Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Jumbo
Jumbo
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Mxolisi Mhlongo
Mxolisi Mhlongo
Composer
Sibongukwanda Nyangiwe
Sibongukwanda Nyangiwe
Songwriter

Lyrics

Bath'abantu mina
Ngeke ngiphumelele
Kusho abantu ngam
Ngeke ngiphumelele
Bath'abantu mina
Ngeke ngiphumelele
Ngizwile ngabantu
Ngeke ngiphumelele
Kodw'iZulu lona lithi kimi
Nginamandla
Wokunqoba zonk'izimo
Ngeke ngahlulwa yilutho
Kodw'uJehova uthi Yena
Nginamandla
Wokunqoba zonk'izimo
Ngeke ngahlulwa yilutho
Bath'abantu ngek'uwakh'umuzi
Ngeke ngiphumelele
Bath'abantu ngek'ushade
Ngeke ngiphumelele
Uth'uThixo ngiya-deserve'a
Nginamandla
Wokunqoba zonk'izimo
Ngeke ngahlulwa yilutho
Yebo nginamandla
Nginamandla
Wokunqoba zonk'izimo
Ngeke ngahlulwa yilutho
Kodwa uThixo uthi nginamandla
Nginamandla
Wokunqoba zonk'izimo
Ngeke ngahlulwa yilutho
Bath'abantu kimi
Ngeke ngiphumelele
Kodw'iZulu lathi kimi
Ngeke ngahlulwa yilutho
Ngibazwil'abantu bethi ngiyahluleka
Ngeke ngiphumelele
Kodw'iZulu lathi kimi
Ngeke ngahlulwa yilutho
Nakuwe Niyazi bashilo bathi
Ngeke ngiphumelele
Futhi ngiyazi neZulu lithe
Ngeke ngahlulwa yilutho
Lalela unamandla asegazini
Nginamandla
Wokunqoba zonk'izimo
Ngeke ngahlulwa yilutho
Unamandla asegazini likaYesu
Nginamandla
Wokunqoba zonk'izimo
Ngeke ngahlulwa yilutho
Written by: Mxolisi Mhlongo, Sibongukwanda Nyangiwe
instagramSharePathic_arrow_out