Top Songs By Senzo Khumalo
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Senzo Khumalo
Lead Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Senzo Khumalo
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Senzo Khumalo
Producer
Lindani Gumede
Producer
Lyrics
Kuthe lapho ngisindwa
Kuthe lapho nginyathelwa
Kuthe lapho ngithwele kanzima
Heee ngathathandaza
Kuthe lapho kufikizimvungu mvungu
Kuthe lapho uSatana ezama ukundinyakazisa
Kuthe lapho ngizwa ngathi kuyanyukela
Heeee ngathandaza
Andiwezwa lameva bengihamba phezukwawo
Angizizwanga lezi lezinginethe
Kunendoda beyibambe ngesandla
Ngizwe ngabantu bengibuza
(Andiwezwa lameva bengihamba phezukwawo.)
Bethi udlule njani kulendawo?
(Angizizwanga lezi lezinginethe)
Ngabatshela ngathi kunendonda
(Kunendoda beyibambe ngesandla)
Beyingibambe ngesandla yooo
Zayafiki zikhathi zobunzima empilweni.
Lapho kubizukukholwa kwakho kumele
uguqe ngedolo uthandaze ucele kuSmande.
Lapho uSatane beth uqedile ngempilo yakho
Kodwa izitha zami zitsabhile zonke lalela
(Kunendoda) kunendoda
(beyingibabe ngesandla)
Ngiyabonga Jesu.
(Andiwezwa lameva bengihamba phezukwawo) angizizwanga lezimvula
(Angizizwanga lezi lezinginethe) ngoba ngihamba nomadida
(Kunendoda beyibambe ngesandla)
Wena wawela no Moses ulwandl' olubomvu
(angiwezwanga lameva bengihamba phezukwawo?
Ubungohlulwayini ukuvukula nami
(Angizizwanga lezimvula lezinginethe) ngiyabonga ngiyabonga Baba
(Kunendoda beyingibambe ngesandla) oh beyingibambe ngesandla
Kuseyiyo leyandoda eyakhipha u Daniel
enganyameni yiyolena ngihamba nayo ngize ngafika la
Heyi kuthi lapho noba kuhliki nyembezi besendigu
qa phantsi ngiyimemeze ngithi Nkosi,
ngithi Nkosi ngicela ungibambe ngesandla
Ngithi lapho noba kuhliki nyembezi ngiyimemeze
ngithi Nkosi, ngithi Nkosi ngicela ungibambe ngesandla
Angizwanga lutho
Noba bengihlaselwa kodwa bengivikelwa
ngoba kunendoda beyingibambe ngesandla
seyiyona leyondoda eyenzi imhanga ebantwini
Yiyona ehambe nami kwaze kwabalapha nanamhlanje ngiyazi qhenya
Ngiyayihlonipha le ndoda ngiyabonga
Writer(s): Senzo Last-boy Khumalo
Lyrics powered by www.musixmatch.com