Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Jumbo
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Mxolisi Mhlongo
Composer
Sibongukwanda Nyangiwe
Songwriter
Lyrics
Singayaphi uma sisuka kuwe
Singashonaphi uma sisuka kuwe
Sokhala kubani, uma singakhali kuwe
Singayaphi uma sisuka kuwe
Singashonaphi uma sisuka kuwe
Sokhala kubani, uma singakhali kuwe
Baba ithemba lethu nguwe
Singayaphi uma sisuka kuwe
Singashonaphi uma sisuka kuwe
Sokhala kubani, uma singakhali kuwe
Wen'uyamthand'umuntu
Wen'uyamzwel'umuntu
Sokhala kubani, uma singakhali kuwe
Wen'uyamthand'umuntu
Wen'uyamzwel'umuntu
Sokhala kubani, uma singakhali kuwe
Singasuka kuwe
Bese sibhekaphi
Baba amandla wok'phila wonke akuwe
Sokhalela kubani
Sobika kubani ngaphandle kwakho
Singasuka kuwe sibhekephi
Jehova ongcwele
Singabalekelaphi Baba
Melusi olungile
Sokhala, sokhala
Wen'uyamthand'umuntu
Wen'uyamthand'umuntu
Wen'uyamzwel'umuntu
Sokhala kubani, uma singakhali kuwe
Wen'uyamthand'umuntu
Wen'uyamzwel'umuntu
Sokhala kubani, uma singakhali kuwe
Sokhala kubani, uma singakhali kuwe
Sokhala kubani, uma singakhali kuwe
Sokhala kubani, uma singakhali kuwe
Written by: Mxolisi Mhlongo, Sibongukwanda Nyangiwe