Featured In
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Jabulani Hadebe
Lead Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Jabulani Hadebe
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Producer
Lyrics
[Intro]
Sek'ngaze kufe umuntu
Sek'ngaze kufe umuntu
Ngenxa yothando
[Verse 1]
Ngiyazi akukho lula
Umuntu umthand' akutshele ukuthi uthando luphelile
Kodwa impilo kumel' iqhubeke
[Verse 2]
Ngiyazi akukho lula
Umuntu umthand' akutshele ukuthi uthando luphelile
Kodwa impilo kumel' iqhubeke
[Verse 3]
Kuyok'siza ngani ukumgwaza
Kuyok'siza ngani ukumdubul' umshise myekele
Kodwa impilo kumel' iqhubeke
[Verse 4]
Kuyok'siza ngani ukumgwaza
Kuyok'siza ngani ukumdubul' umshise myekele
Kodwa impilo kumel' iqhubeke
[Verse 5]
Khala zome mntaka ma
Sezadlula lezonsuku
Sisakhula sithandana
Kwakumnand' emhlabeni
[Verse 6]
Khala zome mntaka ma
Sezadlula lezonsuku
Sisakhula sithandana
Kwakumnand'emhlabeni
[Verse 7]
'Th' akusekho lokho
Sekuyiphupho lokho
'Th' iyanciph' imishado
Kwand' imingcwabo
[Verse 8]
'Th' akusekho lokho
Sekuqhum' isililo
'Th' iyanciph' imishado
Kwand' imingcwabo
[Verse 9]
Ngiyazi akukho lula
Umuntu umthand' akutshele ukuthi uthando luphelile
Kodwa impilo kumel' iqhubeke
[Verse 10]
Ngiyazi akukho lula
Umuntu umthand' akutshele ukuthi uthando luphelile
Kodwa impilo kumel' iqhubeke
[Verse 11]
Kuyok'siza ngani ukumgwaza
Kyok'siza ngani ukumdubul' umshise myekele
Kodwa impilo kumel' iqhubeke
[Verse 12]
Kuyok'siza ngani ukumgwaza
Kuyok'siza ngani ukumdubul' umshise myekele
Kodwa impilo kumel' iqhubeke
[Verse 13]
Anibize abadala
Bashise impepho emsamu
Biza nabafundisi
Bathandaze
[Verse 14]
Anibize abadala
Bashise impepho emsamu
Biza nabafundisi
Bathandaze
[Verse 15]
Ngoba makungenjalo
Bazophel' omama bethu
Bazophel' odadewethu
Zophel' i'ngane
[Verse 16]
Sekwanele
Sekwanele
Ngegaz' elichithekile
Selanele
[Verse 17]
Ngiyazi akukho lula
Umuntu umthand' akutshele ukuthi uthando luphelile
Kodwa impilo kumel' iqhubeke
[Verse 18]
Ngiyazi akukho lula
Umuntu umthand' akutshele ukuthi uthando luphelile
Kodwa impilo kumel' iqhubeke
[Verse 19]
Kuyok'siza ngani ukumgwaza
Kuyok'siza ngani ukumdubul' umshise myekele
Kodwa impilo kumel' iqhubeke
[Outro]
Kuyok'siza ngani ukumgwaza
Kuyok'siza ngani ukumdubul' umshise myekele
Kodwa impilo kumel' iqhubeke
Written by: Jabulani Hadebe