Music Video

Sjava - Umama (Official Music Video) (Prod. Mace)
Watch Sjava - Umama (Official Music Video) (Prod. Mace) on YouTube

Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Sjava
Sjava
Performer
Jabulani Sihle Makhubo
Jabulani Sihle Makhubo
Rap
COMPOSITION & LYRICS
Jabulani Sihle Makhubo
Jabulani Sihle Makhubo
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Producer
Simon Benussi
Simon Benussi
Producer

Lyrics

Ng'khumbul' uMa
Angsakhoni
UMa
Angsakhoni
Ng'khumbul' uMa
Ak'savumi
Ng'khumbul' uMa
Sebethi indoda endala kangaka
Ikhalel' uMa wayo
Ngithi bafethu ngeke ni-understand'e
Ndod' endala kangaka
Ikhalel' uMa wayo
Ngithi bafethu ngeke ni-understand'e
Uyojabula mangfika
Athi uShembe uyaphila
Kulengozi zomgwaqo mntanami
Ngiyajubula ufik' usaphila
Beka iyikhwama le emsamo
Land' impepho kaGogo erondweni
Ngiphahle ngikhulume naBadala
Ngibatshele usemagcekeni
Mvula iyana emakhaya
Sesiphelile amakhaza
Mawubuy' eGoli ngicela ungiphathele iheater
Ngoba ngempela uzongincwaba
Yazi uMa av'unamahlaya
Ngeke ushone ngisak'thanda
K'yoba is'busiso kimi
Ukuthi ubekhona Ma wami mangishada
Ngoba uyokwazi
Ukung'bonisa
Masezing'buyela
Emshadweni
Ngoba uyokwazi
Ukung'duduza
Masezing'buyela
Emshadweni
Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni
Ngikhumbul' uMa
Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni
Ngikhumbul' uMa
Sebethi indoda endala kangaka
Ikhalel' uMa wayo
Ngithi bafethu ngeke ni-understand'e
Ndod' endala kangaka
Ikhalel' uMa wayo
Ngithi bafethu ngeke ni-understand'e
Into engiyithanda ngekhaya
Ukuthi ekhaya akungenwa ngemali
Noma ngingasebenzi uMama
Ungithanda ngingenani
Noma umhlaba ungangishaya
Uzongthulisa athi mntanami ungakhali
Ubukek' ukhathele awuthi ngilande ukudla Baba
Hlala phantsi
Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni
Ngikhumbul' uMa
Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni
Ngikhumbul' uMa
Sebethi indoda endala kangaka
Ikhalel' uMa wayo
Ngithi bafethu ngeke ni-understand'e
Ndod' endala kangaka
Ikhalel' uMa wayo
Ngithi bafethu ngeke ni-understand'e
Written by: Jabulani Sihle Makhubo
instagramSharePathic_arrow_out