Lyrics
[Intro]
Bang'celela kaZungu
Bacela kaKhumalo
Bang'celela kaZungu
Bacela nakaShandu
Bacela ngob' isiko
Benzel' umfanana
Ngayicelela ke mina
Ngayikhethela wena
[Verse 1]
Khethile khethile (Ungowami)
Khethile khethile (Ungowami)
(Khethile khethile) Khethile khethile
(Khethile khethile) Khethile khethile
[Verse 2]
Ay wena, eish
Ay phela ngikwazi kahle
Ntombazane ndini ngik'thanda ngize
Ngidlule abangakini, ngak'thanda zibekwa
Ngik'khetha nango kiss, ngak'thandazela
Ngicela iNkosi ufike
Wancika wathi gci
Ngak'cika wathi mncwi
Zacisha iybani cwi
Ay kanti ke angigcini
Nga switch(A) wathi tsi
Asithembe 'kuth' uyabona
Ukuth' ang'zanga ngok'ningi
Ngik'phathele nje isbongo
[Verse 3]
Angifuni omuny' umuntu
Aw ngibona wena wedwa
Liyofika lolo suku, ngizokulobola wena baby
Ugqame okwe nkanyezi, ukhanya okwelanga
Otshela nomalume ngistholile isthandwa sam
[Verse 4]
Bang'celela kaZungu
Bacela kaKhumalo
Bang'celela kaZungu
Bacela nakaShandu
Bacela ngoba isiko
Benzel' umfanana
Ngayicelela ke mina
Ngayikhethela wena
[Verse 5]
Khethile khethile (Ungowami)
Khethile khethile (Ungowami)
(Khethile khethile) Khethile khethile
(Khethile khethile) Khethile khethile
(Khethile khethile)
[Verse 6]
Lilizela ke gogo, mus' ukukhala wemama
Busiseka Ngelosi, iNkosi ikwazi ngegama
Ngibonga uma owak'zala
Ngibonga ubaba owakondla
Ngibonga namandla wakho
Kulezinto esayinqoba
Buka phela we sis', ngifuna plenty of kids
So shumayela mfundisi, ngizovula i-vail ngim-kiss-e
Asikaqedi my love, nalendawo asikayazi
Kodwa ke sobonisana wena MaVilakazi
[Verse 7]
Bang'celela kaZungu
Bacela kaKhumalo
Bang'celela kaZungu
Bacela nakaShandu
Bacela ngoba isiko
Benzel' umfanana
Ngayicelela ke mina
Ngayikhethela wena
[Verse 8]
Khethile khethile (Ungowami)
Khethile khethile (Ungowami)
(Khethile khethile) Khethile khethile
(Khethile khethile) Khethile khethile (Khethile khethile)
[Verse 9]
Dali wami, s'thandwa sam
Lovey wami, bambo lwam
Ungowami, ngingowakho
Woza baby, woza baby
[Verse 10]
Dali wami, s'thandwa sam
Lovey wami, bambo lwam
Ungowami, ngingowakho
Woza baby, woza baby
[Verse 11]
Dali wami, s'thandwa sam
Lovey wami, bambo lwam
Ungowami, ngingowakho
Woza baby, woza baby
[Verse 12]
Dali wami, s'thandwa sam
Lovey wami, bambo lwam
Ungowami, ngingowakho
Woza baby, woza baby
[Verse 13]
Dali wami, s'thandwa sam
Lovey wami, bambo lwam
Ungowami, ngingowakho
Woza baby, woza baby
[Verse 14]
Dali wami, s'thandwa sam
Lovey wami, bambo lwam
Ungowami, ngingowakho
Woza baby, woza baby
[Outro]
Dali wami, s'thandwa sam
Lovey wami, bambo lwam
Ungowami, ngingowakho
Woza baby, woza baby
Written by: Chuene Marakalala, Neo Makwa, Senzo Vilakazi, Tshegofatso Teffo