Top Songs By Sjava
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Jabulani Hadebe
Lead Vocals
Anele Mbishe
Lead Vocals
Mthembeni Ndevu
Lead Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Ruff Nkosi
Composer
Anele Mbishe
Lyrics
Mthembeni Ndevu
Lyrics
Jabulani Makhubo
Lyrics
PRODUCTION & ENGINEERING
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Producer
Lyrics
[Intro]
Ngithi umangikhumbula
(Uma ngikhumbula)
Lapho engiphuma khona
(Phumakhona)
Bekungekho lula
But I made it anyway
[Verse 1]
Ngithi umangikhumbula mama
(Uma ngikhumbula)
Lapho engiphuma khona
(Phumakhona mama)
Bekungekho lula
But I made it anyway
[Verse 2]
Kwakungekona ukuhlakanipha kwami
Nami ngasizwa yinkabi zami
Ngithi uMama wathi ngibonise abangani bakho
And I will show you your future
Talking Hendrix
[Verse 3]
Kwakungekona ukuhlakanipha kwami
Nami ngasizwa yinkabi zami
Ngithi Umama wathi ngibonise abangani bakho
And I will show you your future
Talking Hendrix
[Verse 4]
Abesekho abangani
Mawumtholile bonga umdali
Ngoba langaphandle, kunzima ngiyakutshela wemfowethu
Sihamba neyinyoka
Inyoka eziyibiza abafowethu
[Verse 5]
I thank God for leyinkabi enginazo
Lokhu ngiphusha ngiphanda nazo
They saved me
Bafakha iFull tank
Mayiku "E", yeah, yeah
[Verse 6]
Ngithi mangikhumbula
(Uma ngikhumbula)
Lapho engiphuma khona
(Phumakhona)
Bekungekho lula
But I made it anyway
[Verse 7]
Ngithi umangikhumbula mama
(Uma ngikhumbula)
Lapho engiphuma khona
(Phumakhona mama)
Bekungekho lula
But I made it anyway
[Verse 8]
UMama told me not to trust abangani
Where I grew up there is no opportunity
Just drugs and violence, Avalon and Sun City
Amagumsha are the only ones feeding their families
[Verse 9]
All my life I believed I would be nothing
When you become the one they treat you like a king
UMama umethi watch the company you keep
But if it wasn't for abangani bami
[Verse 10]
Where would Msotra be?
Ingelozi zami, zangenza umuntu ebantwini
Right when I thought uNkulunkulu ukhohliwe ngami
Akanandaba ngami
Ngagivapha nami
[Verse 11]
If it wasn't for bona laba abangani bami
Ngabe kuphelile ngami
Usathane could've really, really had his way with me
UMama umethi watch the company you keep
Today I'm glad ukuthi I didn't listen
[Verse 12]
Ngithi umangikhumbula
(Uma ngikhumbula)
Lapho engiphuma khona
(Phumakhona)
Bekungekho lula
But I made it anyway
[Verse 13]
Ngithi umangikhumbula mama
(Uma ngikhumbula)
Lapho engiphuma khona
(Phumakhona mama)
Bekungekho lula
But I made it anyway
[Verse 14]
Uma ngikhumbula
Emakhaya
Beyingekho i-creche
Me and my cousins used to play
[Verse 15]
Ngiyakhumbula
Ngale kwezintaba
Beyingekho imvula
One day, I'm gonna make it rain
[Verse 16]
Ngisakhumbula
Ngibulalwa indlala
Bekungekho ukudla
You don't know no hunger pains eh
[Verse 17]
Kwakunokushuba
Lapho engiphuma khona
Bekungekho lula
But the Lord will make a way
[Verse 18]
Ngithi umangikhumbula
(Uma ngikhumbula)
Lapho ngiphuma khona
(Phumakhona)
Bekungekho lula
But I made it anyway
[Outro]
Ngithi umangikhumbula mama
(Uma ngikhumbula)
Lapho ngiphuma khona
(Phumakhona mama)
Bekungekho lula
But I made it anyway
Written by: Anele Mbishe, Jabulani Makhubo, Mthembeni Ndevu, Ruff Nkosi