Lyrics

Akulul' ukuthi ngivalelise, ng'valelise
Mang'khuluma nawe s'thandwa sami ocingweni
Akulul' ukuthi ngivalelise, ng'valelise
Mang'khuluma nawe s'thandwa sami ocingweni
S'thandwa sami
Ub'thongo ab'fiki mang'khuluma nawe
Ngabe kusa nini ng'bonane nawe
Ng'kwenze zonke lezint' es'khuluma ngazo
Wooh
Mayilel' mangiphimbo lakho bomaye
Lenz' k'vuke nezinto ey'lele
Kanti uwenza ngani
Ang'kaze ngithande umuntu kanje
Makuphel'hour s'ngakhulumanga
Ng'vele ngizwe ngathi ng'zosangana
Kant' uthando olunjani lolu
What kind of love is this?
Ub'thongo ab'fiki mang'khuluma nawe
Ngabe kusa nini ng'bonane nawe
Ng'kwenze zonke lezint' es'khuluma ngazo
Wooh
Akulul' ukuthi ng'valelise, ng'valelise
Mang'khuluma nawe s'thandwa sami ocingweni
Akulul' ukuthi ng'valelise, ng'valelise
Mang'khuluma nawe s'thandwa sami ocingweni
S'thandwa sam'
Ubuhle bakho ab'faniswa nalutho
Kub'cala ukuba muhle ngabe sew'file yinhlawulo
Ngab' awukho
Ngabe k'phelile ngawe, ngabe ugcwel' emajele
Muhl' ehleka, muhl' ekhala
Muhl' ehleli, muhl' ehamba
Muhl' eyithulele angashongo lutho
Maw'mamatheka yilapho eng'bona khona ukuthi
Ngab' idlozi ling'gidele mama
Thank you Lord, you've been so good to me
Ng'nikezi ey'ngelosi emhlabeni
Zange ung'linde ng'ze ngihamb' emhlabeni
Akukh' okunye eng'kubonga ngakho
Thath' inhliziyo yam'
Ub'thongo ab'fiki mang'khuluma nawe
Ngabe kusa nini ng'bonane nawe
Ng'kwenze zonke lezint' es'khuluma ngazo
Wooh
Akulul' ukuthi ng'valelise, ng'valelise
Mang'khuluma nawe s'thandwa sami ocingweni
Akulul' ukuthi ng'valelise, ng'valelise
Mang'khuluma nawe s'thandwa sami ocingweni
S'thandwa sam', sami
Written by: Jabulani Hadebe
instagramSharePathic_arrow_out