Featured In
Top Songs By Kelly Khumalo
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Kelly Khumalo
Vocals
Mondli Ngcobo
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Kelly Khumalo
Composer
Mondli Ngcobo
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Mondli Ngcobo
Producer
Lyrics
Maye, maye
Maye
Maye, maye
Maye
Awu k'phel' umoya mang'cabanga ngawe
Phela wen' u-my dali, forever
Sek'phel' i-oxygeni mang'cabanga ngawe
Phela wen' u-my dali, forever
Awubhek' indlela
Indlela, indlel' ong'buka ngayo
Yey' ungaz' ufunge
Ngathwala ngaye
Awubhek' indlela
Indlela, indlel' ong'buka ngayo
Yeb' ungaz' ufunge ukuthi
Ngasebenza ngaye
Maye, maye
Ngamthand' umuntu
Kwab'hlungu kimi, oh madoda yini
Maye, maye
Ngamthand' umuntu
Kwab'hlungu kimi, oh yini mama
Kuxeg' amadolo mina mangizw' iphimbo lakho
Selokhu ngakhona
Never loved like this before
We, kuxeg' amadolo mina mangizw' iphimbo lakho
Selokhu ngakhona
Never loved like this before
Awubhek' indlela
Indlela, indlel' ong'buka ngayo
Yey' ungaz' ufunge
Wathwala ngami
Awubhek' indlela
Indlela, indlel' ong'buka ngayo
Yey' ungaz' ufunge
Wathwala ngami
Maye, maye
Ngamthand' umuntu
Kwab'hlungu kimi, we maye
Maye, maye
Ngamthand' umuntu
Kwab'hlungu inhliziyo
Ah way, way, way before konke lokhu kuqale
Bang'funa phans' phezulu ngenxa yani
Ah way, way, way before konke lokhu kuqale
Bang'funa phans' phezulu ngenxa yani
Ah way, way, way before konke lokhu kuqale
Bang'funa phans' phezulu ngenxa yani
Maye, maye
Manje ngamthand' umuntu
Kwab'hlungu inhliziyo
Maye, maye
Ngamthand' umuntu kwab'hlungu maye kimi
Oh maye
Written by: Kelly Khumalo, Mondli Ngcobo