Featured In
Top Songs By Spirit of Praise
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Spirit of Praise
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Thinah Zungu
Composer
Lyrics
[Intro]
Ekugcineni ngize ngahleka nami
Ekugcineni ngize ngajabula nami
Bengithi ngofela lapha
Bengithi kohlala kunjena
Kodwa ekugcineni ngize ngahleka nam
[Verse 1]
Ekugcineni ngize ngahleka nami
Ekugcineni ngize ngajabula nami
Bengithi ngofela lapha
Bengithi kohlala kunjena
Ekugcineni ngize ngahleka nami
[Verse 2]
Oh-oh, namhla Nkosi bheka ng'yamangala
Njalo mangibheka emuva
Kube Wena wawungekho, ye
Ngabe ngafel'endleleni
[Verse 3]
Mangibuk'izim' engdlule kuzo
Mangibhek'inhlipheko ongikhuphe kuyo
Kangaze kugcineni
Nami ngojabula nami
Wangez'umuntu, ngahleka
[Verse 4]
Ekugcineni ngize ngahleka nami
Ekugcineni ngize ngajabula nami
Bengithi ngofela lapha
Bengithi kohlala kunjena
Ekugcineni ngize ngahleka nam
[Verse 5]
Ekugcineni ngize ngahleka nami
Ekugcineni ngize ngajabula nami
Bengithi ngofela lapha
Bengithi kohlala kunjena
Ekugcineni ngize ngahleka nam
[Verse 6]
Bengithi ngofela lapha
Bengithi kohlala kunjena
Kodw'ekugcineni ngize ngahleka nam
Uzok’hlekisa unkulunkulu namhlanje
[Verse 7]
Bengithi ngofela lapha kulesimo sam
Bengithi kohlala kunjena
Kodwakugcineni ngize ngahle
[Verse 8]
Bengithi ngofela
Bengithi ngofela lapha
Ngithi ngohlala
Bengithi kohlala kunjena
Ekugcineni
Ekugcineni ngize ngahleka nam
[Outro]
Bengithi ngofela lapha
Bengithi kohlala kunjena
Ekugcineni ngize ngahleka nami
Thank you so much, God Bless you
Written by: Thinah Zungu