Top Songs By Spirit of Praise
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Spirit of Praise
Choir
Dumi Mkokstad
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Mdumiseni Nzimande
Songwriter
Lyrics
[Intro]
Siphila lapho
Kungaphili muntu khona
Sidlula lapho
Kungandluli muntu khona
[Verse 1]
Siphila lapho
Kungaphili muntu khona
Sidlula lapho
Kungandluli muntu khona
[Verse 2]
Asikho isikhali
Esenzelwe mina nawe
Esiyophumelela
UJehova engakithi
[Verse 3]
Siqala edolweni
Uma siya empini
Ngoba amandla ethu
Asemkhulekweni
[Verse 4]
Siqala edolweni
Uma siya empini
Ngoba amandla ethu
Asemkhulekweni
[Verse 5]
Lapho uSathane ehlasela
Sincika eNkosini
Ngob'iNkosi isivikele
Emuva nangaphambili
[Verse 6]
Lapho uSathane ehlasela
Sincika eNkosini
Ngob'iNkosi isivikele
Emuva nangaphambili
[Verse 7]
Siphila lapho
Kungaphili muntu khona
Sidlula lapho
Kungandluli muntu khona
[Verse 8]
Asikho isikhali
Esenzelwe mina nawe
Esiyophumelela
UJehova engakithi
[Verse 9]
Siphila lapho
Kungaphili muntu khona
Sidlula lapho
Kungandluli muntu khona
[Verse 10]
Asikho isikhali
Esenzelwe mina nawe
Esiyophumelela
UJehova engakithi
[Verse 11]
Siyaphila
Siyaphila
Ngob'iNkosi isivikele
Emuva nangaphambili
[Verse 12]
Siyaphila
Siyaphila
Ngob'iNkosi isivikele
Emuva nangaphambili
[Verse 13]
Siphila lapho
Kungaphili muntu khona
Sidlula lapho
Kungandluli muntu khona
[Verse 14]
Siphila lapho
Kungaphili muntu khona
Sidlula lapho
Kungandluli muntu khona
[Verse 15]
Siphila lapho
Kungaphili muntu khona
Sidlula lapho
Kungandluli muntu khona
[Verse 16]
Asikho isikhali
Esenzelwe mina nawe
Esiyophumelela
UJehova engakithi
[Verse 17]
Siphila lapho
Kungaphili muntu khona
Sidlula lapho
Kungandluli
[Verse 18]
Siphila lapho
Kungaphili muntu khona
Sidlula nalapho
Kungandluli
[Verse 19]
Siphila lapho
Kungaphili muntu
Kodwa sindlula lapho
Kungandluli muntu khona
[Verse 20]
Asikho isikhali
Esenzelwe mina nawe
Esiyophumelela
UJehova
[Verse 21]
Ngoba siphila lapho
Kungaphili, kungaphili muntu khona
Sidlula lapho
Kungandlulwa khona
[Verse 22]
Asikho isikhali
Esenzelwe mina nawe
Esiyophumelela
UJehova engakithi
[Verse 23]
Siphila lapho
Kungaphili muntu khona
Sidlula lapho
Kungandluli muntu khona
[Outro]
Asikho isikhali
Esenzelwe mina nawe
Esiyophumelela
UJehova engakithi
Written by: Mdumiseni Nzimande