Top Songs By SbuNoah
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
SbuNoah
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Sibusiso Mthembu
Arranger
PRODUCTION & ENGINEERING
Siyanqoba Mthethwa
Producer
Lyrics
[Verse 1]
Nkulunkulu uthando lwakho
Ngithi lwabantu lukhulu
Wanikela ngeNdodana
Hallelujah siyabonga
[Verse 2]
Sesibonga umusa wakho
Nokusigcin' othandweni
Kube Wena wawungenathi
Ngabe safel'endleleni
[Verse 3]
Sangena lapho kuthiwa
Ongene khona akaphumi
Saphuma lapho kuthiwa
Akuphunywa, akuphunywa
[Verse 4]
Ngoba alikho igama
Elimnandi
Igama lakho
Igama lakho
[Verse 5]
Ngakho ngizo-, ngizolibonga
Mina ngizolibonga
Ngizolibonga
Elakho igama
[Verse 6]
Igama elithi Jesu
Igama elithi Jesu
Oh Jesu
Igama elihle
Liyanganelisa
Lingihlabelelisa
[Verse 7]
Esandleni somusa
Yebo esandleni somusa
Somusa mina ngiyagcinwa
Noma kungathini na
Esandleni somusa
[Verse 8]
(Ngiyagcinwa)
(Noma kungathini)
(Esandleni somusa)
(Ngiyagcinwa)
(Noma kungathini)
(Esandleni somusa)
[Verse 9]
(Siyagcinwa)
(Noma kungathini)
(Esandleni somusa)
(Uyagcinwa)
(Noma kungathini)
(Esandleni somusa)
[Verse 10]
(Siyagcinwa)
(Noma kungathini)
(Esandleni somusa)
Written by: Public Domain