Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Preezy Majola
Preezy Majola
Performer
TeabagCC
TeabagCC
Performer
Celestial Mic
Celestial Mic
Performer
Sihle Prince Majola
Sihle Prince Majola
Rap
Simiso Hadebe
Simiso Hadebe
Rap
COMPOSITION & LYRICS
Wandile Ngidi
Wandile Ngidi
Songwriter
Sihle Prince Majola
Sihle Prince Majola
Songwriter
Simiso Hadebe
Simiso Hadebe
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
TeabagCC
TeabagCC
Producer
Wandile Ngidi
Wandile Ngidi
Mixing Engineer

Lyrics

Chorus:
CelestialMic
Yeah, Yeah, Yeah!
Noma bengathandi senz' intando yakithi
Khuphuk' ungasami lapho thambo lakithi lmpilo ayibafun' ababuthaka dawg lthanda aba FIT
Sonoma ishisa soyibamba Sizama ukukhanda ama Mita
Noma bengathandi senz' intando yakithi Khuphuk' ungasami lapho thambo lakithi lmpilo ayibafun' ababuthaka dawg lthanda aba FIT
Sonoma ishisa sisazoyibamba
Sizama ukukhanda ama Mita
Verse 1:
Preezy Majola
Ng'funa wazi ukuth' ubalulekile, lnhlungu z'namandla mak'thulekile
Awuz'boni ukhul'lekile maw'sahluphekile Umqondo uhlukumezekile empilweni
 
Ngathi kungakhanya ozifisela kona
Uqhubeke uzufike lengingazange ng'fike khona Ufunde ugogode noma ngeke ngize ngisak'bona Uthande umakhelwane kodwa um'bhekisise banomona
lphimbo liyanqamuka mang'khuluma umzimba uyajuluka ngath' umphefumulo uyaphuma
Ngisho namandla asephelile ang'sakwazi uk'sukuma
Plus igazi lisaphuma ,sithi isalukazi musa uk'vuma
Lez'zingane uzoz'shiya nobani? Mawufulathela lezingane uzishiya zizodlani?
Mazingibuza ngawe angazi nokuth ng'yoxoxani
Mtanami ng'yakcela nabangani ningahlohlani
Chorus:
CelestialMic
Yeah, Yeah, Yeah!
Noma bengathandi senz' intando yakithi,
 
lmpilo ayibafun' ababuthaka dawg lthanda aba FIT
Sonoma ishisa soyibamba
Sizama ukukhanda ama Mita
Noma bengathandi senz' intando yakithi, Khuphuk' ungasami lapho thambo lakithi , lmpilo ayibafun' ababuthaka dawg lthanda aba FIT
Sonoma ishisa sisazoyibamba Sizama ukukhanda ama Mita
2nd Verse:
Preezy Majola
Wis'qalo nesphetho , winzalo yase Ghetto Lapho abaholi sibabona mase kusondele ukhetho
S'phanta ngedlel ephambene nengalo yomthetho Kodwa nonke nabafowethu, k'hlukene isbeletho
Sanke sizama uk'khand umcebo wezukulwane Sumndeni owadwa njengecebo lama sulumane Mak'khona olahlekelwe ishlobo sakhe sduduzane Othinta wena uthinta mina ngeng'sabuza ak'nuke umswane
 
Uzung'celelele intethelelo
Ukuze lmbewu yami ikhule ibe nez'thelo Khumbula isitha samzali wakho, yisitha sakho Baqoth' imbokodo nes'sekel ngeke babe nazwelo
Lomculo yifa engik'shiya nalo Ziningi impilo ungazishintsha ngalo Nginika intsha iziyalo
lqiniso s'yafela asinavalo Chorus CelestialMic x3
Noma bengathandi senz' intando yakithi, Khuphuk' ungasami lapho thambo lakithi , lmpilo ayibafun' ababuthaka dawg lthanda aba FIT
Sonoma ishisa soyibamba Sizama ukukhanda ama Mita
Noma bengathandi senz' intando yakithi, Khuphuk' ungasami lapho thambo lakithi , lmpilo ayibafun' ababuthaka dawg lthanda aba FIT
 Sizama ukukhanda ama Mita
Outro:
Preezy Majola
lntshayelo ye Thambo lakithi ilokhu ishilo ye Brotherhood
Written by: Sihle Prince Majola, Simiso Hadebe, Wandile Ngidi
instagramSharePathic_arrow_out