Lyrics

[Verse 1]
Ey kunokugcwala inqwaba yenhlungu
Behind the smile
Mangithi ngizama ukuyibalekela lemizwa
Bathi ngithanda utshwala
Angazi ngizotshela bani coz umngani uchathi ngithanda ukunakwa
Angisakhoni ukuyimela lento, i-solution yami mhlampe intambo
[Verse 2]
Ngithi ngikuyacela ngane yakwethu
(Bheka umngani wakho)
Uboke umbuze injani impilo
(Bheka umngani wakho)
Ngithi ngiyakucela ngane yakwethu!
(Bheka umngani wakho)
Uboke umbuze uyaphila yini mngani wami
[Verse 3]
Hello
Mfwethu bese ngizwile ukuthi empilweni awuphilanga kahle
Sekuphele izinsuku uyivalele ekameleni nasekhaya bakhathazekile ngawe
Khuluma nami
Oh thetha nami
Khuluma nami
Oh thetha nami
[Verse 4]
Musa ukufela ngaphakathi wena
Yeka ithuna lokuzakhela wena
Ekhaya bonke babheke wena
[Verse 5]
Ahhh webabe
Ahhh webabe
Wena uyigazi lami
Wena uzalo and angisobe ngakulahla
Wena uyigazi lami
Wena uzalo wami and angisobe ngakulahla
[Verse 6]
Ngithi ngikuyacela ngane yakwethu
(Bheka umngani wakho)
Uboke umbuze injani impilo
(Bheka umngani wakho)
Ngithi ngiyakucela ngane yakwethu!
(Bheka umngani wakho)
Uboke umbuze uyaphila yini mngani wami
[Verse 7]
I-call eyodwa ingawenza umehluko
I-call eyodwa ingamenza ashintshe umqondo
Ngithi I-call eyodwa ingawenza umehluko
Ngithi I-call eyodwa vo ingamenza ashintshe umqondo
[Verse 8]
Cause singabantu siyakudinga ukwazi ukuthi siyakhathalelwa
Ngiyakholwa mina asilethelwanga ukuthi la emhlabeni sijabhisane
Abangani bangempela kmele babhekelane
Wathinta oyedwa, usithinte sonke rao atumela
[Verse 9]
Cause baningi abathi uk'bane sasazi ngabe samsiza
Abanye bathi ukbane samxhasa ngabe nje uyaphila
Ukube ngamlalela ngamthatha serious
Ngabe akuyena lona olele la kuleli thuna
[Verse 10]
Ngithi ngikuyacela ngane yakwethu
(Bheka umngani wakho)
Uboke umbuze injani impilo
(Bheka umngani wakho)
Ngithi ngiyakucela ngane yakwethu!
(Bheka umngani wakho)
Uboke umbuze uyaphila yini mngani wami
Ngithi ngikuyacela ngane yakwethu
(Bheka umngani wakho)
Uboke umbuze injani impilo
(Bheka umngani wakho)
Ngithi ngiyakucela ngane yakwethu!
(Bheka umngani wakho)
Uboke umbuze uyaphila yini mngani wami
Written by: Andile Ngubeni, Aubrey Qwana, Braveman Nkanyiso Mzila
instagramSharePathic_arrow_out