Top Songs By Preezy Majola
Credits
PERFORMING ARTISTS
Preezy Majola
Performer
TeabagCC
Performer
Sihle Prince Majola
Rap
COMPOSITION & LYRICS
Wandile Ngidi
Songwriter
Sihle Prince Majola
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
TeabagCC
Producer
Wandile Ngidi
Mixing Engineer
Lyrics
Verse 1
Yeah Ey ,uh!
Khona isisho esithi ukuzala uk'zelula amathambo Bizani u-Mah noBaba babon' indodana yabo Uthando lunye nak'laba abazali abangenabo Khon' ababoshiwe ababhekene nesgwebo sentambo
Ng'yakhumbul mzukwana noma bengi ghanyana Umama ephanta inyuku ukuze akhiph iTyma edanyana
Lokho kwangkhanda inhliziyo embi amaghata
ngawanyanya
lcala limbuli ingubo ungabol'bukela buqamama
Kodwa inhlupheko ayingthusi , bes'gqoka ama cheap shoes
S'khule rough bes'ngenazo ingubo zikakhisimusi
'Cause family is something you can't choose
Chorus
Ngawe ngiyaz'qhenya ang'namahloni MAMA Yeah ! Ng'bonga ukuth' ung'khulisile I never would've made it alone MAMA
Yeah! Nomi is'shebo singekho ubupheka kamnandi kuze singaboni MAMA
Yeah ! Noma silambile angeke silale s'ngadlile ngoba k'sakhona uMAMA
Yeah Akukho okudlula uMAMA
Ngawe ngiyaz'qhenya ang'namahloni MAMA Yeah ! Ng'bonga ukuth' ung'khulisile I never would've made it alone MAMA
Yeah! Nomi is'shebo singekho ubupheka kamnandi kuze singaboni MAMA
Yeah ! Noma silambile angeke silale s'ngadlile ngoba k'sakhona uMAMA
Yeah Akukho okuhlula uMAMA
Verse 2
Into engiyithanda ngekhaya ukuthi ak'ngenwa ngemali
Kuthiwa indoda isebenzel ekhaya kodwa ungalimali
Noma s'bheda isimo ekhaya ngeke ngasizakali
Skhule k'thiwa ingane efele embelekweni engakhali
Ngazalelwa eMshiyeni ngama early 90s Ngakhulele eMzumbe ng'buki intaba zase Assis Siphila ngok'khona nomungelutho ungadabukisi Mungasona iscashalala abuntu abak'thandisisi
Maz'ngahambi kahle izinto izihlobo zakho ziyak'phika
Nabangani abow'phila nabo bayancibilika
Kodwa njalo Umama uyajabula ekhaya mang'fika Buka MAMA manje i-Vili liyajika
Chorus x2
Ngawe ngiyaz'qhenya ang'namahloni MAMA Yeah ! Ng'bonga ukuth' ung'khulisile I never would've made it alone MAMA
Yeah! Nomi is'shebo singekho ubupheka
Yeah ! Noma silambile angeke silale s'ngadlile ngoba k'sakhona uMAMA
Yeah Akukho okuhlula uMAMA
Ngawe ngiyaz'qhenya ang'namahloni MAMA Yeah ! Ng'bonga ukuth' ung'khulisile I never would've made it alone MAMA
Yeah! Nomi is'shebo singekho ubupheka kamnandi kuze singaboni MAMA
Yeah ! Noma silambile angeke silale s'ngadlile ngoba k'sakhona uMAMA
Written by: Sihle Prince Majola, Wandile Ngidi