Top Songs By Mnqobi Yazo
Credits
PERFORMING ARTISTS
Mnqobi Yazo
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Lindokuhle Mqobi Msimango
Songwriter
Khethukuthula Tonny Yalo
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Sakhile Basil Manqele
Producer
Lyrics
Ukukhala kweqhude kuchaz'ukuthi kusil'emnyango
Nawe qoq'okwakho
Nawe qoq'okwakho
(Ay)
Ukukhala kweqhude kuchaz'ukuthi kusil'emnyango
Nawe qoq'okwakho
Nawe qoq'okwakho
Ngithi vuk'uyosebenza ndoda
Vuk'uyosebenza ndoda
Ngob'imbila yaswel'umsila ngokuyalezela
Ngithi vuk'uyosebenza ndoda
Vuk'uyosebenza ndoda
Ngob'imbila yaswel'umsila ngokuyalezela
(Hhe)
La ngiphuma khona khona abathakathi
Labo bantu ngizobathini ngoba abangakithi
Angithi nami ngiyilunga lomphakathi
Mhlambe kukhona abasola mina nami ngisola bona
So ngacasha
Zintaba zakithi
Woah zakithi impela izona ezinginika amandla
Ngikutshel'indaba mina angikakhathali
Ngizokhathala mhla ngangen'ethuneni Ekugcineni komhlaba (zhem ×4)
Hhey, into engihlupha ngayo ukuthi mina ngiyaykholelwa
BaSuthu bare yey mona wayfonela
Hhey! asikho iskhathi sokuhluleka
Manje siya phambili angani sifuna lempumelo
Ukukhala kweqhude kuchaz'ukuthi kusil'emnyango
Nawe qoq'okwakho
Nawe qoq'okwakho
(Ay)
Ukukhala kweqhude kuchaz'ukuthi kusil'emnyango
Nawe qoq'okwakho
Nawe qoq'okwakho
Ngithi vuk'uyosebenza ndoda
Vuk'uyosebenza ndoda
Ngob'imbila yaswel'umsila ngokuyalezela
Ngithi vuk'uyosebenza ndoda
Vuk'uyosebenza ndoda
Ngob'imbila yaswel'umsila ngokuyalezela
(Yeah, Olefied)
Ngeke lishone belambil'ekhaya
Ngoba kusa impuph'ingasekho abantwana bengadlile
Shuthi kuzomele siyophanta
(Hhey)
Bathi indoda indoda ngemjuluko yayo
Nawe kumele uzame ungahlalel'ubala
Kwaze kwabukhun'ukuba mdala ngoba kubhekwe mina ekhaya
Ngabe sengifonele ubaba
Ngabe sengikhale kakhulu kubazali
Yazi ngizwa kum'inhliziyo ngiphelelwa umoya
Mangicabanga ukuthi akuphantekanga kodwa ekhaya ngizofika bekhona
(Hhey!)
Yazi ngizwa kuma inhliziyo ngiphelelwa umoya
Uma ngicabanga ukuthi akuphantekanga Kodwa ekhaya ngizofika bekhona
Ukukhala kweqhude kuchaz'ukuthi kusil'emnyango
Nawe qoq'okwakho
Nawe qoq'okwakho
(Ay)
Ukukhala kweqhude kuchaz'ukuthi kusil'emnyango
Nawe qoq'okwakho
Nawe qoq'okwakho
Ngithi vuk'uyosebenza ndoda Vuk'uyosebenza ndoda
Ngob'imbila yaswel'umsila ngokuyalezela
Ngithi vuk'uyosebenza ndoda Vuk'uyosebenza ndoda
Ngob'imbila yaswel'umsila ngokuyalezela
Writer(s): Khethukuthula Tonny Yalo, Lindokuhle Mqobi Msimango
Lyrics powered by www.musixmatch.com