Lyrics
Kunini ngithule
Ngilokhu ng'bekezela
Inhliziyo yakho iyathutha iyaphelezela
Uthando enginalo luya ngokuya luyehla
Ingathi kwanele manje, ingathi kwanele
Ungigendis' okwebhola
Ung'shonisa le ung'yisa le
Ung'shonisa le ung'yisa le
Wen' ungigendis' okwebhola
Ubukisa ngam ezweni lobaba
Bengithi ngingedwa dali
Bengithi ngingedwa dali
Bengithi ngingedwa sweety
Sibaningi, sibaningi
Bengithi ngingedwa dali
Bengithi ngingedwa dali
Bengithi ngingedwa sweety
Sibaningi, sibaningi
Bengithi ngingedwa dali
Bengithi ngingedwa dali
Bengithi ngingedwa sweety
(Sibaningi, sibaningi)
Bengithi ngingedwa dali
Bengithi ngingedwa dali
Bengithi ngingedwa sweety
(Sibaningi, sibaningi)
Lomhlonishwa uyak'hlonipha
Ath' aqale ngok'xolisa
K'phele ama-secrete
Alidlul' iqakala isokisi
Ng'yabona ngath' asizwani
Hlala phansi ngik'bonise
Uthando lwethu lusaphila
USatan owakh' ibhokisi
I mean
Indoda yindoda ngeqiniso layo
Ang'siyo le-type ezok'mokola ngempil' enginganayo
Kodwa ng'yalaz iphupho lakho wena sisi
And asomblief mangba'busy ngigijimisa lempilo es'nganayo
Yeah my past is nothing pretty
There are some things you ain't forgiving
I just ask that you give me a little faith
Ngike ngabhayiza naboTsidi, naboSandra, naboSindi, nabo
Wakhal' iynyembezi
Khona cha ngeke ng'linge ngiphinde, ngizwile, ngizwile
Ngikzwisil' ubuhlungu
Kodw' u-right nibaningi, nibaningi
Kune cherry yam, kuno mnganam, kuno mkam lapho kuwe
Bengithi ngingedwa dali
Bengithi ngingedwa dali
Bengithi ngingedwa sweety
Sibaningi, sibaningi
Bengithi ngingedwa dali
Bengithi ngingedwa dali
Bengithi ngingedwa sweety
Sibaningi, sibaningi
Bengithi ngingedwa dali
Bengithi ngingedwa dali
Bengithi ngingedwa sweety
Sibaningi, sibaningi
Bengithi ngingedwa dali
Bengithi ngingedwa dali
Bengithi ngingedwa sweety
Sibaningi, sibaningi
(Sibaningi, sibaningi)
(Sibaningi, sibaningi)
Written by: Eddy Khumalo, Nomfundo Moh