Music Video

Credits

PERFORMING ARTISTS
Yallunder
Yallunder
Performer
Mzukulu
Mzukulu
Performer
Anzo
Anzo
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Yallunder
Yallunder
Lyrics
Mzukulu
Mzukulu
Composer
Anzo
Anzo
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Producer

Lyrics

Kazi kusele abangaki
Mangiphoxwa nguwe ngiyobuye ngilitholephi ithemba
Kusele abanjani, kusele abanjani
Kazi kusele abanjani
Mangiphoxwa nguwe ngiyobuye ngilitholephi ithemba
Kusele abanjani, kusele abanjani
Sthandwa mangiphoxwa nguwe
Kusele abanjani
Uphul' ithemba lami
Wangijikela kusele abanjani
Sthandwa mangiphoxwa nguwe
Kusele abanjani
Uphul' ithemba lami
Wangijikela kusele abanjani
Thina sasinjengamajuba
Uthando lwethu lwalungena magquma
Ingxabano zazingenako ukuduba
Wangithanda ngisho nje ngingenawo uzuka
Mina nje ngangazi ukuthi inhliziyo yami iyophulwa nguwe (iyophulwa nguwe)
Mina nje ngangazi ukuthi injabulo yami iyophucwa nguwe (iyophucwa nguwe)
Phela wena nje kwakuyena umuntu oleth' isbani kimi
Kusenoqubu kwakuwena umuntu okhiph' islwane kimi
Masengijikelwa nguwe
Kazi abanye banjani
Sthandwa mangiphoxwa nguwe
Kusele abanjani
Uphul' ithemba lami
Wangijikela kusele abanjani
Sthandwa mangiphoxwa nguwe
Kusele abanjani
Uphul' ithemba lami
Wangijikela kusele abanjani
Written by: Anzo, Mzukulu, Yallunder
instagramSharePathic_arrow_out