Top Songs By Malusi Mbokazi
Similar Songs
Lyrics
Ngisize nkosi ungipha mandla
Okubekezela
Njengo Jobe
Ngisize nkosi
Ungipha mandla
Okunqobu sathane
Ngisize nkosi
Ungipha mandla
Okubekezela
Njengo Jobe
Ngisize dwala laphakade
Ngisize sonini nanini
Ngisize bambizu Alpha no Omega
Noma bantu
Bengijikela
Zivuki zimpi endleleni yam
Nomi zilingo zihlasela
Zifunu kungi gwinya
Ngisize nkosi
Ungipha mandla okuqoba
Ngithi noma ke
Noma bantu bengijikela
Zivuki zimpi endleleni yam
Nomi zilingo
Ziqhamuka
Ngapha nangapha
Kodwa wenu nam
Ngisize nkosi
Ungipha mandla okunqoba
Ngisize ke baba
Ungipha mandla okubekezela
Ngisize dwala laphakade
Ungipha mandla
Oooookunqoba usathane
Ngithi nomi ke
Noma bantu bengijikela
Abangani bam izihlobo zam
Kodwa wena ushilo
Wath zoba nam
Ngisize nkosi ungipha mandla
Okunqoba
Ngisize ke baba
Ngisize ke
Ngisize dwala laphakade
Written by: Malusi Mbokazi