Featured In
Top Songs By Nomfundo Moh
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Nomfundo Moh
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Nomfundo Moh
Composer
Eddy Khumalo
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Martin Manqoba Sosibo
Producer
Lyrics
(Yeah you know it oh)
Thabath' inhliziyo yami (yami)
Undlinze ngothando lwethu weMazweni
Ungath' ungahlal' useduze kwami
Ngoba njalo uhlezi usemcabangweni
Uma bethi likhiph' umkhovu etsheni
Basuke belinganisa ngothando lwethu (oho)
Lushisa bhe, wena owabon' ilanga ehlobo (oho)
Wen' unguy' engimdingayo
Impel' unguy' inhliziy' emkhethayo
Laph' uthando lwakho lung'holela khona
Mina ngizolandela ah!
Ngob' unguy' engimdingayo!
Impel' unguy' inhlinziy' emkhethayo
Ngiyaqal' ukuthola uthand' olunjena
Ngiyaqal' ukuthola uthand' olunjena
Ungiphethe kahle
Ungiphethe kahle umuntu wami
Ungiphethe kahle, ubutofotofo lovey
Baby, asambe soshaywa umoya lapha ngasolwandle
Honey, belunjani suku lwakho ke namhlanje?
Yizo lez' izinto encan' eyjabulis' umoya (moya)
Bengingazi ukuthi uyang'thanda
Bengithi udlala ngami (bengithi udlala ngami)
Awu sekuyacac' awunaso isikhathi sokudlala
Awufune lutho ngami (awufune lutho ngami)
Uthando lwakho (oh oh uthando)
Lona lubanzi lujulile (lona lubanzi)
Lona lubanzi lujulile (lujulile eh!)
Ngiyaqal' ukuthol' uthand' olunjena (olunje he)
Ngiyaqal' ukuthol' uthand' olunjena (ayi olunje he)
Ungiphethe kahle (ungiphethe kahle)
Ungiphethe kahle umuntu wami (ungiphethe kahle eh-eh!)
Ungiphethe kahle, ubuntofotofo lovey (heh!)
Ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena (uthando olunjena ha ha ha)
Ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena (uthando oluhle!)
Ungiphethe kahle (oluhle eh! Uthando ho ho)
Ungiphethe kahle umuntu wami
Ungiphethe kahle, ubuntofotofo lovey oh-oh!
Writer(s): Eddy Khumalo, Nomfundo Moh
Lyrics powered by www.musixmatch.com