Music Video

Malusi Ndimande - Wangenza umuntu (Official Music Video)
Watch Malusi Ndimande -  Wangenza umuntu (Official Music Video) on YouTube

Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Malusi Ndimande
Malusi Ndimande
Lead Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Malusi Ndimande
Malusi Ndimande
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Mxolisi Mhlongo
Mxolisi Mhlongo
Producer

Lyrics

Wafika kumina Nkosi ngangingena lutho
Wangenz'umuntu, ngiyabonga Nkosi yami
Wena wafika kumina Nkosi ngangi lahlekile
Wangenz'umuntu, ngiyabonga Nkosi yami
 
Oooh, ngiyabonga, wena Jesu (Ngiyabonga, ngiyabonga, Jesu)
Wena wangenz'umuntu, ngiyabonga, ngiyabonga (Wangenz'umuntu nami)
Ngiyabonga, ngiyabonga, wena Jesu (Ngiyabonga, ngiyabonga, Jesu)
Msindisi wami (Msindisi wami)
 
Ooh ngiyakubonga Baba, wangenz'umuntu, wena wabuyisa ubutsha bami ngiyabonga Nkosi (Ngiyabonga, ngiyabonga, Jesu)
Wangenz'umuntu (Wangenz'umuntu nami)
Ngiyabonga, wangenz'umuntu, wangenz'umuntu (Ngiyabonga, ngiyabonga, Jesu)
Msindisi wami (Msindisi wami)
 
Namhla Nkosi sengikhululekile
Ngegazi lakho, ngiyabonga Nkosi yami
Ngithi namhla Nkosi mina sengithethelelwe
Ngegazi lakho, ngiyabonga Nkosi yami
 
Oooh, ngiyakubonga Baba, ngiyakubonga Jesu (Ngiyabonga, ngiyabonga, Jesu)
Wena wangenz'umuntu, ngiyabonga, ngiyabonga (Wangenz'umuntu nami)
Ngiyabonga, wangenz'umuntu, wangenz'umuntu (Ngiyabonga, ngiyabonga, Jesu)
Wena Msindisi, wena Msindisi (Msindisi wami)
 
Ngiyakubonga Baba, wangenz'umuntu, wena wabuyisa ubutsha bami wena Nkosi (Ngiyabonga, ngiyabonga, Jesu)
Wangenz'umuntu, wangenza (Wangenz'umuntu nami)
Wangenz'umuntu, wena Jesu (Ngiyabonga, ngiyabonga, Jesu)
Wena Msindisi, wena Msindisi (Msindisi wami)
 
Ngiyakubonga Baba, wangenz'umuntu, Jehov'uzwile, uzwile, uzwile (Ngiyabonga, ngiyabonga, Jesu)
Uzwile ukukhala kwami, yeah (Wangenz'umuntu nami)
Yeah, yeah, yeah, yeah, yeah, yeah (Ngiyabonga, ngiyabonga, Jesu)
Wena Msindisi, ngiyakubonga Baba, ngiyakubonga Baba (Msindisi wami)
 
Ngiyakubonga Baba, wangenz'umuntu, wena wabuyisa ubutsha bami (Ngiyabonga, ngiyabonga, Jesu)
Wangenz'umuntu (Wangenz'umuntu nami)
Ngiyabonga, ngiyabonga, yeah yeah, yeah yeah, yeah yeah (Ngiyabonga, ngiyabonga, Jesu)
Yeah, ngiyakubonga Baba (Msindisi wami)
 
Ngiyabonga, ngiyabonga
Jesu, Msindisi wami
Written by: Malusi Ndimande
instagramSharePathic_arrow_out