Lyrics
[Intro]
Bayatatazela babona mina
Bayatatazela
Bayatatazela babona mina
Bayatatazela
[Verse 1]
Mina ngiBhubesi
Ngiyabalala
Bakhothama kimi
Bakhothama kimi
[Verse 2]
NgiyiNkosi yasendle
Ngiwukhokhovula
Ngek'ufike kimi
Bakhothama kimi
[Verse 3]
Mang'zamazama
Mang'zamazama
Mang'zamazama
Mang'zamazama
[Verse 4]
Wen'ungangibona ngathi ngisamncane
Isizinda sami sisholukhulu
Isizathu sithi ngaphiwa abadala
Ngabusiswa ngaze ngab'okhekile
[Verse 5]
Wen'ungangibona ngathi ngisamncane
Isizinda sami sisholukhulu
Isizathu sithi ngaphiwa abadala
Ngabusiswa ngaze ngab'okhekile
[Bridge]
Bakhothama kimi
Bakhothama kimi
[Verse 6]
NgiyiNgonyama
NgiyiBhubesi
NgiyiNgonyama bo
NgiyiBhubesi
[Verse 7]
Bayatatazela babona mina
Bayatatazela babona mina
Bayatatazela babona mina
Bayatatazela
[Verse 8]
Mina ngiBhubesi
Ngiyabalala
Bakhothama kimi
Bakhothama kimi
[Verse 9]
NgiyiNkosi yasendle
Ngiwukhokhovula
Ngek'ufike kimi
Bakhothama kimi
Written by: MaWhoo, Sfarzo Rtee, Thandeka Ngema