Credits
PERFORMING ARTISTS
Da Capo
Performer
Soul Star
Performer
MaWhoo
Performer
Velaphi Sylvester Mtimkulu
Vocals
Thandeka Nontobeko Ngema
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Nicodimus Sekheta Mogashoa
Songwriter
Velaphi Sylvester Mtimkulu
Songwriter
Thandeka Nontobeko Ngema
Lyrics
PRODUCTION & ENGINEERING
Nicodimus Sekheta Mogashoa
Producer
Klas Lindblad at Blackhead Studios, Berlin
Mastering Engineer
Lyrics
[Intro]
Ngothumel' omalume
Baleth' iinkomo
Ngoba akekh' engimthanda
Thanda njengawe
[Verse 1]
Ngothumel' omalume
Baleth' iinkomo
Ngoba akekh' engimthanda
Thanda njengawe
Ngawe
[Verse 2]
Ngifun' ukwakh' umuzi
Umuzi nawe
Ngob' akekh' emngimthanda
Thanda njengawe
[Verse 3]
Ngifun' ubizwe ngegama
Igama lami
Ngoba akekh' engimthanda
Engimthanda njengawe
Ngawe
[Verse 4]
Wena uliphakade lami
Wena uliphakade lami, dali
Wena uliphakade lami
Wena uliphakade lami, dali
[Verse 5]
Wena uliphakade lami
Wena uliphakade lami, dali
Wena uliphakade lami
Wena uliphakade lami, dali
[Verse 6]
Ithi ncinci, we malo we
Nhliziyo yam iyamemeza, we malo we
Ithi ncinci, we malo we
Nhliziyo yam iyamemeza, we malo we
[Verse 7]
Uyithambo lamathambo ami
Wamel' isethembiso, wamel' amagama akho
Uyawugez' umoya wami dali
Wen' uyisibusiso
Ngakunikw' emazulwini wena
[Verse 8]
Wena uliphakade lami
Wena uliphakade lami, dali
Wena uliphakade lami
Wena uliphakade lami, dali
[Verse 9]
Wena uliphakade lami
Wena uliphakade lami, dali
Wena uliphakade lami
Wena uliphakade lami, dali
[Verse 10]
Ubusuku buyabanda, mawungekho dali
Inhliziyo ifuna wena, ifuna wena dali
Ngifun' imfudumalo yakho, lezozandla zakh' ezintofontofo
[Verse 11]
Ubusuku buyabanda, mawungekho dali
Inhliziyo ifuna wena, ifuna wena dali
Ngifun' imfudumalo yakho, lezozandla zakh' ezintofontofo
[Verse 12]
Wena uliphakade lami
Wena uliphakade lami, dali
Wena uliphakade lami
Wena uliphakade lami, dali
[Outro]
Wena uliphakade lami
Wena uliphakade lami, dali
Wena uliphakade lami
Wena uliphakade lami, dali
Written by: Nicodimus Sekheta Mogashoa, Thandeka Nontobeko Ngema, Velaphi Sylvester Mtimkulu