Top Songs By Big Zulu
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Big Zulu
Performer
Azana
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Xolani Shabalala
Composer
Siyabonga Nene
Songwriter
Makhosazana Masango
Songwriter
Sinethemba Malungelo Nyawo
Songwriter
Lyrics
[Intro]
Hay' asibangene Stallion
Hayi
[Verse 1]
Hayi ziyabanda
Ngikwenzela konke (Uhlez' utheth' amacala)
Kanti ngonani la ekhaya? (Uhlez' utheth' amacala)
Ngubo zakhona ziyabanda (Uhlez' utheth' amacala)
Mina angik'thol' uk'phumula
(Ufuna sxabane njalo)
[Verse 2]
Ngikwenzela konke (Uhlez' utheth' amacala)
Kanti ngonani la ekhaya? (Uhlez' utheth' amacala)
Ngubo zakho ziyabanda (Uhlez' utheth' amacala)
Mina angik'thol' uk'phumula (Ufuna sxabane njalo)
[Verse 3]
Uthi ngenze njani na? (Wenze njani?)
Uthi ngenze njani na? (Wenze njani?)
Dali uthi ngenze njani na? (Wena wenze njani?)
Ngibuyele ekhaya?
[Verse 4]
Uthi ngenze njani na? (Wenze njani?)
Mina ngenze njani na? (Wenze njani?)
Dali uthi ngenze njani na? (Wena wenze njani?)
Ngibuyel' ekhaya?
[Verse 5]
Kunini ngikhala ngawe
Mina ngihlala
Ngivala, ok'senhlizweni
Ngenxa yothando
Ngenxa yok'thula
Ngoba angifuni
Umasingazwani
Yelelele
[Verse 6]
Aw'nakho uk'thula
Ujahe ukulwa
Noma ngik'khuza
Uyashesh' uk'phuma
Ingane ziyakhula
Zithule ziyabuka
Ngicela sikhulume
[Verse 7]
Ungivalele eduze
Bengisakhuluma
Ngikuncenga
Yehlis'ulaka
Baba wekhaya
Xola baba (Xola baba)
[Verse 8]
Ung'shayisa amahloni (Akukho njalo baba)
Ujabulisa amaxoki
Mawubona mina ubon' ubon'inyoni (Akukho njalo baba)
Ushaya isqhebhe uzenz' intom
Ugruva emanzimtoto (Akukho njalo baba)
Ukhohliwe uwumakoti wam' wena
Woza sikhulume now
[Verse 9]
Ngikwenzela konke (Uhlez' utheth' amacala)
Kanti ngonani la ekhaya? (Uhlez' utheth' amacala)
Ngubo zakhona ziyabanda (Uhlez' utheth' amacala)
Mina angik'thol' ukphumula (Ufuna sxabane njalo)
[Verse 10]
Uthi ngenze njani na? (Wenze njani?)
Uthi ngenze njani na? (Wenze njani?)
Dali uthi ngenze njani na? (Wena wenze njani?)
Ngibuyele ekhaya?
[Verse 11]
Uthi ngenze njani na? (Wenze njani?)
Mina ngenze njani na? (Wenze njani?)
Dali uthi ngenze njani na? (Wena wenze njani?)
Ngibuyele ekhaya?
[Verse 12]
Ngicela sikhulume (Uhlez' uthetha amacala)
Ngicela sikhulume (Uhlez' uthetha amacala)
Ngicela sikhulume (Uhlez' uthetha amacala)
Ufuna sxabane njalo
[Verse 13]
Wemntan' omuntu (Uhlez' uthetha amacala)
Ngicela sikhulume (Uhlez' uthetha amacala)
Ngikhiphe zonle (Uhlez' uthetha amacala)
Izinkomo zababa inhlonipho ayikho
[Verse 14]
Ngicel' uxolo (Uhlez' uthetha amacala)
Baba ngicel' uxolo (Uhlez' uthetha amacala)
Cela ungiphe uxolo (Uhlez' uthetha amacala)
[Outro]
Ngoba angeke ngibuyele ekhaya
Ngicela uxolo
Baba ngicela uxolo
Cela ungiphe uxolo
Ngoba angeke ngibuyele ekhaya
Uthi ngenze njani na?
Written by: Makhosazana Masango, Sinethemba Malungelo Nyawo, Siyabonga Nene, Xolani Shabalala