Top Songs By Mnqobi Yazo
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Mnqobi Yazo
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Lindokuhle Mqobi Msimango
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Mnqobi Yazo
Producer
Lyrics
[Intro]
Ngoba k'sasa ngiyozama
Noma ngihluleka manje
Kusasa ngizovuka
Ngiphinde ngizame
[Verse 1]
Ngoba k'sasa ngiyozama nje
Noma ngihluleka manje
Kusasa ngizovuka
Ngiphinde ngizame
[Verse 2]
There is no room for failure
I believe, I believe
I believe, I believe
Yeah yeah, there is no room for failure
I believe, I believe
I believe, I believe
I believe, I believe
[Verse 3]
Baningi bathi put yourself in my ngxabulela and you'll see ukuthi inzima
Sebelind'ulokufa bojabula mase kumbiwa
It been too long kuphilwa ngokupatanisa
Everything is costly now eyi kwaze kwabiza ukuphila
[Verse 4]
Sometimes they ask me Mnqobi uGod uyamfrostana?
And my answer is hayi angimfrostan
Sidukiswa yibona laba abathi bayamazi
Lomhlaba ungcole kakhulu awu-deserve ngisho ispoki sami
[Verse 5]
Baphi laba abathandaze izolo
Ngifuna ukubona namhlanje ukuthi kyalunga nami ngiqale
Oh nami ngiqale
Yeyi, baphi laba abathandaze izolo
Ngifuna ukubona namhlanje ukuthi kuyalunga nami ngiqale
Oh nami ngiqale
[Verse 6]
You need to work your ass out kuze ubone is'thelo
Uthi uku-add i-vibe encane bese ushis'impepho
Ungabe usakunaka okuningi wena skeem sami
Lomhlaba ungcole kakhulu awu-deserve ngisho ispoki sami
[Verse 7]
Ngoba k'sasa ngiyozama
Noma ngihluleka manje
Kusasa ngizovuka
Ngiphinde ngizame
[Verse 8]
Ngoba k'sasa ngiyozama nje
Noma ngihluleka manje
Kusasa ngizovuka
Ngiphinde ngizame
[Verse 9]
There is no room for failure
I believe, I believe
I believe, I believe
Yeah yeah, there is no room for failure
I believe, I believe
I believe, I believe
I believe, I believe
[Verse 10]
Kade ngiqala lengoma I had a vision
To make a motivational song but I'm failing
Kade ngilokhu ngihleli ngilinde i-lyric
Ezokuhlaba umxhwele but ngiya-fail
Cula nami
[Verse 11]
K'sasa sizoba moja
Sizoba moja
K'sasa sizoba moja
Sizoba moja
Ngoba k'sasa sizoba moja
Sizoba moja
K'sasa sizoba moja
Sizoba moja
Ngoba k'sasa ngiyozama
Noma ngihluleka manje
Kusasa ngizovuka
Ngiphinde ngizame
[Verse 12]
Ngoba k'sasa ngiyozama nje
Noma ngihluleka manje
Kusasa ngizovuka
Ngiphinde ngizame
[Outro]
There is no room for failure
I believe, I believe
I believe, I believe
Yeah yeah, there is no room for failure
I believe, I believe
I believe, I believe
I believe, I believe
Written by: Lindokuhle Mqobi Msimango