Top Songs By Prince Shadow
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Prince Shadow
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Samukelo Nkosi
Composer
Nkosana Ngwenya
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Samukelo Nkosi
Producer
Lyrics
(Chorus)
Bheka
Beng'cela uk'buza uCheri ufunani (yeh)
Tshelani Mina uCheri ufunani (haa)
Abenye bak'funa uthando
Abanye bak'funa iMali
Kahle kahle u Cheri ufanani? ×2
(Verse1)
Entlek awng'tshele u Cheri ufanani?
Umnika uthando uyal'gabha
Mawungana Mali uyakwata
O grand umthola nge nhlanhla/
Labantu ba thanda i dramA
Unoku kwatela ukuthi I message ayivulwanga
Abazizwa kahle kwashona ilanga ningalwanga
Maybe yimi inkinga baf2 ori nginamanga?
Usanokuthi akakwatanga kanti ufela ngaphakathi
Man'ku arguement umbona avundula ama past
Uthi umshaya ngo moya ngoba awufuni ukubanga I rasi
Unga understand ak'tshele kuthi awumthandi
Umpholisa nge round ksasa avuke ajabulile
Umnikeze ne card maw ufuna ukubona basile
Intombazana i kwata ngathi yona ayikeze i cheate
Uzoz'tshela kuthi uyi one kanti u busy nabo Sphiwe
Gents, it’s obvious women are crazy
Omunye uzok'yela e nyangeni akuwashise iphenti
(Chorus)
Bheka
Beng'cela uk'buza uCheri ufunani (yeh)
Tshelani Mina uCheri ufunani (haa)
Abenye bak'funa uthando
Abanye bak'funa iMali
Kahle kahle u Cheri ufanani? ×2
(Verse2)
Sho(haa)
Mina niyang'cava bafe2 ngithanda uk'ringa i vaar
Makak'tshela kuthi ucela I space wazi sek'ne bhari
Ntwana ungabi yisthipha labo Cheri bazok'dlala
Thekeni izok'jolela mawubhaqa uyakhala
Angithi bonke bayafana
And ang'defendi abafana
Mara bukelu utatakho
Uzobona u master wa manga
That's why singabambi ama phone wenu
Kugcwele I stress ne heart attack ande siyaz I style senu
Ni flirta namajita bese nizothi abangani benu
Ama secret ayaphuma awa lasty namanga wenu
Mara sothini ngek'sphile nga pandle kwenu
Uk'ringa i waar s'yandinga ey'mpilweni zethu
Noma nis'fakela I stress sometimes
Some of you just bring the best in us
Noma nis'fakela I stress sometimes
Some of you just bring the best in us
(Chorus)
Bheka
Beng'cela uk'buza uCheri ufunani (yeh)
Tshelani Mina uCheri ufunani (haa)
Abenye bak'funa uthando
Abanye bak'funa iMali
Kahle kahle u Cheri ufanani? ×2
Written by: Nkosana Ngwenya, Samukelo Nkosi