Top Songs By Benjamin Dube
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Benjamin Dube
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Mnqobi Nxumalo
Songwriter
Unathi Mzekeli
Songwriter
Lyrics
[Intro]
Amandla akho
Ngiwabonile
Waze wamangalisa
[Verse 1]
Umusa wakhe
Ngiwubonile
Waze wangibusisa
[Verse 2]
Uthando lwakhe
Lwangisindisa
Wangikhip'esonweni
[Verse 3]
Wangihlangula
Futhi wangihlenga
Waze wangibusisa
[Verse 4]
Amandla akho
Ngiwabonile
Waze wamangalisa
[Verse 5]
Umusa wakho
Ngiwubonile
Waze wangibusisa
[Verse 6]
Amandla akho
Ngiwabonile
Waze wamangalisa
[Verse 7]
Umusa wakho
Ngiwubonile
Waze wangibusisa
[Verse 8]
Ngiza kuwe ngendumiso
Ngiletha ukubonga
Hallelujah udumo lukufanele
Waze wamangalisa
[Verse 9]
Ngiza kuwe ngendumiso
Ngiletha ukubonga
Hallelujah ufanelwe
Waze wamangalisa
[Verse 10]
Ngiza kuwe ngendumiso
Ngiletha ukubonga
Hallelujah ufanelwe
Waze wamangalisa
[Verse 11]
Ngiyabonga, ngiyabonga
Ungenzela okuhle
Ngiyabonga, ngiyabonga
Waze wamangalisa
[Verse 12]
Ngiyabonga, ngiyabonga
Ungenzela okuhle
Ngiyabonga, ngiyabonga
Waze wamangalisa
[Verse 13]
Ngiza kuwe ngendumiso
Ngiletha ukubonga
Hallelujah ufanelwe
Waze wamangalisa
[Verse 14]
Ngiza kuwe ngendumiso
Ngiletha ukubonga
Hallelujah ufanelwe
Waze wamangalisa
[Verse 15]
Waze wamangalisa
Waze wamangalisa
Waze wamangalisa
[Verse 16]
Amandla akho
Ngiwabonile
Waze wamangalisa, there's nobody like our king
[Verse 17]
Futh'uthando lwakhe
Ngufakazi, ngilubonile
Ngufakazi uyamthwal'umuntu
Waze wa-
Uth'othemba kuye uyamlondoloza uyamhlenga
[Verse 18]
Unqaba nami Mhlekazi
Amandla akhe, ngiwabonile
Uyamthanda umuntu Wena
Uyamlondoloza umuntu Wena
Uyamgqina umuntu Wena
Uyamfihl'umuntu Wena
[Outro]
Uyamhola
Uyamlondoloza othemba kuwe
Bayede kuwe
Ufanelwe lonk'udumo bayede
Waze wamangalisa
Written by: Mnqobi Nxumalo, Unathi Mzekeli