Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Sjava
Sjava
Vocals
Big Zulu
Big Zulu
Vocals
Vuyo Manyike
Vuyo Manyike
Guitar
Kananelo
Kananelo
Guitar
Dumisani
Dumisani
Keyboards
Kananelo Lazarus Mkhwanazi
Kananelo Lazarus Mkhwanazi
Guitar
COMPOSITION & LYRICS
Dumsani Welcome Nkosi
Dumsani Welcome Nkosi
Composer
Kananelo Lazarus Mkhwanazi
Kananelo Lazarus Mkhwanazi
Composer
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Composer
Vuyo Manyike
Vuyo Manyike
Composer
Xolani Shabalala
Xolani Shabalala
Composer
Jabulani Makhubo
Jabulani Makhubo
Songwriter
Siyabonga Nene
Siyabonga Nene
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Ruff
Ruff
Producer
Stallion
Stallion
Producer
Xowla
Xowla
Producer

Lyrics

Intro:Sjava
Ngineskhwele nje
Skhwele nje(Yehlis' iskhwele)
Sungagxeka abantu, ugxeke nami(Hayi)
Kodwa iqiniso uyalazi(Laziwa nguwe)
Chours:Sjava
Njalo mangingekho eduze kwakho
You always think I'm up to something(Aw somthing)
Futhi manginawe awunesliseki
Efonin' yam' you busy searching(Kanti kwalaphi ntombi)
Ungbuz' im'buzo, ubukuphi?
Nobani? nenzani?
Sow'phenduk usay'tsheni(Sengsecourt ekhaya)
Buyisa uthando lwami ng'qhubeke
Mhlambe phambili ng'zothola something(Aw ngyahamba)
Leskhwele sakho siyok'bulala(Siyok'bulala)
Ufe, fi(Fi, fi)
Uncwatshw' ugezwe
Ukhushulw' emadlozini(Siyahamba thina)
Leskhwele sakho siyok'bulala(Siyok'bulala)
Ufe, fi(Fi, fi)
Uncwatshw' ugezwe(Ngizok'geza)
Ukhushulw' emadlozini(Siyemsamo baba)
Ng'yakthand' awboni
Kuwe icala aliboli(Aliboli)
Khunjuzwa ngento yango94
Missed call, nakhona ilandelwa yivideo call
Ngangay'bamba iworld of war
Seng'dlal uSjava ibefore(Before)
Izinto ay'sekho like before(Before)
Can we please go back baby(No)
I can't go back baby
You're too insecure
Umuthi wes'khwele you can't find a cure
Lungis' inhliziyo yakho
Nendlela zakho, yeah
Njalo mangingekho eduze kwakho
You always think I'm up to something(Aw somthing)
Futhi manginawe awunesliseki
Efonin yam' you busy searching(Kanti kwalaphi ntombi)
Ung'buz' im'buzo, ubukuphi?
Nobani? nenzani?
Sow'phenduk usay'tsheni(Seng'secourt ekhaya)
Buyisa uthando lwami ng'qhubeke
M'hlambe phambili ng'zothola something(Aw ngyahamba)
Leskhwele sakho siyok'bulala(Siyok'bulala)
Ufe, fi(Fi, fi)
Uncwatshw' ugezwe
Ukhushulw' emadlozini(Siyahamba thina)
Leskhwele sakho siyokbulala(Siyok'bulala)
Ufe, fi(Fi, fi)
Uncwatshw' ugezwe(Ngizok'geza)
Ukhushulw' emadlozini(Siyem'samo baba)
Lay'khaya ng'thetha amacala
Ng'boshiwe ng'sejele nje, sengafahlaka
Nokuya emsebenzini uk'biz uk'nyamalala
Ngikhathele nguwe
Ungenza isoka lamanyala(Ay)
Mntanomuntu uyang'hlupha
Noma ng'thul' uyangthuka
Lana akukho ok'zolunga
Loluthando luyang'hlula(Ay mina luyang'hlula)
Suka man damed uyindoda
Uyang'dlala uyang'khahlela ngiyibhola
Kwekati negundwane uyimbodla
Ng'shade nebhubesi uyimbodla(Ay uyimbodla)
Konke engikwenzayo akuk'jabulisi
Noma seng'khala akuk'dablisi
Nasembhedeni aw'sangidab'lisi
Khona abancono aw'sang'qabulisi
Njalo mangingekho eduze kwakho
You always think I'm up to something(Aw somthing)
Futhi manginawe awunesliseki
Efonin yam' you busy searching(Kanti kwalaphi ntombi)
Ung'buz im'buzo, ubukuphi?
Nobani? nenzani?
Sow'phenduk usay'tsheni(Seng'secourt ekhaya)
Buyisa uthando lwami ng'qhubeka
M'hlambe phambili ng'zothola something(Aw ngyahamba)
Leskhwele sakho siyok'bulala(Siyok'bulala)
Ufe, fi(Fi, fi)
Uncwatshw' ugezwe
Ukhushulw' emadlozini(Siyahamba thina)
Leskhwele sakho siyok'bulala(Siyok'bulala)
Ufe, fi(Fi, fi)
Ungcwatshw' ugezwe(Ngizok'geza)
Ukhushulw' emadlozini(Siyemsamo baba)
Written by: Dumsani Welcome Nkosi, Jabulani Hadebe, Jabulani Makhubo, Kananelo Lazarus Mkhwanazi, Mfanafuthi Ruff Nkosi, Siyabonga Nene, Vuyo Manyike, Xolani Shabalala
instagramSharePathic_arrow_out