Top Songs By Joyous Celebration
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Joyous Celebration
Vocals
Lyrics
Nkosi ngiqalil' uhambo lwakho
Olungiqondisayo
Luvela eZulwini
Sengehlukene nezwe lokona
Ngobekezela
Jesu ngobekezela
Nkosi ngiqalil'
(Uhambo lwakho)
(Olungiqondisayo)
(Luvela eZulwini)
Sengehlukene nezwe lokona
(Ngobekezela)
(Jesu ngobekezela)
Nkosi ngiqalile lona uhambo
(Uhambo lwakho)
(Olungiqondisayo)
(Luvela eZulwini)
Sengehlukene nezwe, nezwe lokona
(Ngobekezala)
(Jesu ngobekezela)
Injongo yami ukuyihamba
(Lendlela)
Oh ngihambe nawe, Jehova
(Msindisi wami)
(Injongo yami)
(Ukuyihamba lendlela)
(Ndihambe nawe)
(Jehova Msindisi wami)
(Ngobekezela)
(Jesu ngobekezela)
(Ngobekezela)
(Jesu ngobekezela)
(Ngobekezela)
(Jesu ngobekezela)
(Ngobekezela)
(Jesu ngobekezela)
Ngizohlala kusimakade
Ngibambelele esandleni sakhe
Uthembekile, uthembekile, uthembekile
Akasoze
He will never leave you
Not forsake you
Your hands, I pray for
You freed us from the plateu
Noma kwenyuka
(Bambelela)
Noma kwehlela
(Qinisela)
Zehl' iinyembezi
(Bambelela)
Ungalahl' ithemba
(Ungalahli ithemba)
Noma kunzima
(Bambelela)
Sebekulahle bonke
(Qinisela)
Sebekuyekile
(Bambelela)
(Ungalahl' ithemba)
Bekezela
(Ngobekezela)
(Jesu ngobekezela)
(Ngobekezela)
(Jesu ngobekezela)
(Ngobekezela)
(Jesu ngobekezela)
(Ngobekezela)
(Jesu ngobekezela)
Bekezela
Ungayeki
Wethembekile
Ngeke akuyekelele
His promises are 'yes' and 'amen'
His promises are 'yes' and 'amen'
Akaphoxi
Akayeki
Akahleki
Akahlebi
Akahlebi
Wethembekile, wethembekile, wethembekile
Unothando, unamandla, Hallelujah
(Ngobekezela)
(Jesu ngobekezela)
(Ngobekezela)
(Jesu ngobekezela)
(Ngobekezela)
(Jesu ngobekezela)
(Ngobekezela)
(Jesu ngobekezela)
(Ngobekezela)
(Jesu ngobekezela)
(Ngobekezela)
(Jesu ngobekezela)
Written by: Puleng Belinda March