Featured In
Top Songs By Samthing Soweto
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Samthing Soweto
Performer
De Mthuda
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Mthuthuzeli Gift Khoza
Songwriter
Samkelo Lelethu Mdolomba
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
De Mthuda
Producer
Sipho Phillemon Mphahlaza
Mixing Engineer
Lyrics
[Verse 1]
Baby 'ma ubuya emsebenzini Monday
Unga worry ngizopheka
Ahhh, bese mazithi Tuesday
Nezitsha ngizoz' geza, aw' yeah
Wednesday ng'zo cleaner
Ngenz' washing, bese ngiyay' ayina
Thursday uma ufika, baby ngizokukhipha
Siyomamel' inamba
[Verse 2]
Hayi ngob' i-weekend ngeyami
Hayi ngob' i-weekend ngeyami
Oh, wena thath' i-Monday, uthathe ne-Tuesday
Nayo 'Wednesday ngikak'nika
Hayi ngob' i-weekend ngeyami
Hayi ngob' i-weekend ngeyami
Oh, ngithi thath' i-Wednesday, uthathe ne-Thursday
Maar i-Friday uyayiyeka, Maar i-Friday uyayiyeka, Maar i-Friday uyayiyeka
[Verse 3]
Aw' baby mina nawe siyathandana
Ngoba awung' stress' awung'hluphi
Aw' baby mina nawe siyathandana
Ngoba awung' stress' awung'hluphi
Aw' baby mina nawe siyathandana
Ngoba awung' stress' awung'hluphi
Aw' baby mina nawe siyathandana...
[Verse 4]
Baby 'ma ubuya emsebenzini Monday
Unga worry ngizopheka
Ahhh, bese mazithi Tuesday
Nezitsha ngizoz' geza, aw' yeah
Wednesday ng'zo cleaner
Ngenz' washing, bese ngiyay' ayina
Thursday uma ufika, baby ngizokukhipha
Siyomamel' inamba
[Verse 5]
Hayi ngob' i-weekend ngeyami
Hayi ngob' i-weekend ngeyami
Oh, wena thath' i-Monday, uthathe ne-Tuesday
Nayo 'Wednesday ngikak'nika
Hayi ngob' i-weekend ngeyami
Hayi ngob' i-weekend ngeyami
Oh, ngithi thath' i-Wednesday, uthathe ne-Thursday
Maar i-Friday uyayiyeka, Maar i-Friday uyayiyeka, Maar i-Friday uyayiyeka
Written by: Mthuthuzeli Gift Khoza, Samkelo Lelethu Mdolomba