Featured In
Top Songs By Mthunzi
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Kenza
Drum Programming
Njabulo Mthunzi Ndimande
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Mthunzi
Composer
Keanen Bekeer
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Kenza
Producer
Lyrics
Hhaw yini yini
Yini le ethi ncam' ncam' lomshini uyakhuluma
Ndik'thanda nyan'nyani wena ungabuz' uma,
Yini le ethi ncam' ncam' lomshini uyakhuluma
Ndik'thanda nyan'nyan wena ungabuz' uma
Way'kitaza imizwa yami Hhaw
Waz'khathaza izitha zami weee
Waw'khulula umoya wami hhhaw
Way'phumuza inggondo yami Yeeela Yelaye
Wonke amajita afuna Uk'hamba nawe
Kodwa sobabili s'yazi ulubambo Iwam' wonke lamadoda afuna
Uk'hamba nawe Kodwa sobabili syazi ulubambo Iwam' Ngithi mina ke
Ngithi Hhaw Ngibambe la hhhhaa weeee
Ngithi Hhaw Ngibambe la hhhaa weeee
Ngithi Hhaw Ngibambe la hhhhaa weeee Ngithi Hhaw
Ng'bambe la
Ng'bambe la
Ng'bambe la
Yazi umoya wami uyavuma ayii
Nenhliziyo yam ithanda wena wedwa
Kodwa is'manga umxhwele wami ulimele wo
Hhaw seng'qala neskhwele simile eceleni
Kwenhliziyo
Way'kitaza imizwa yami Hhaw
Waz'khathaza izitha zami Weee
Waw'khulula umoya wami hhhaw
Way'phumuza inggondo yami Yeeela Yelaye
Wonke amajita afuna
Uk'hamba nawe
Kodwa sobabili syazi ulubambo Iwam
Wonke lamadoda afuna uk'hamba nawe Kodwa
Sobabili syazi ulubambo Iwam'
Ngithi mina ke
Ngithi Hhaw Ngibambe la hhhhaa weeee
Ngithi Hhaw Ngibambe la hhhaa weeee Ngithi
Hhaw Ngibambe ahhhhaa weeee Ngithi Hhaw
Ngibambe la ngibambe la Ngibambe la
Lyrics powered by www.musixmatch.com