Lyrics
Soloko wahamba
Ngithi kunzima s'thandwa sami
Kodwa ngiyaz' ukuthi wena
Uyozamel' ik'sasa lethu
Lapho ukhona
Uhlale waz' ukuth' uyini kimi
Oh ngithi buya, oh buya
Ujabulis' inhliziyo yami
Ntab' ezikude we ma
Zingisithel' is'thandwa sami
Ntab' ezikude we ma
Zingisithele wena dali wami
Ntab' zikude we ma
Zingisithel' is'thandwa sami
Ntab' ezikude weh ma
Zingisithele wena dali wami
Ntab'ezikude weh ma
Ntab' ezikude weh ma
Ntab' ezikude weh ma
Ntab' ezikude weh ma
Zidlulil' izinsuku nezinyanga
Everyday and every hour
I've been thinking about you
Only you, only you
Ngiyabong' ifikil' incwadi
Ithi wena uyaz' uyini kimi
Ithi wen' uyabuya, oh buya
Iyathokoz' inhliziyo yami
Ntab' ezikude weh ma
Zingisithel' is'thandwa sami
Ntab' ezikude weh ma
Zingisithele wena dali wami
Ntab' ezikude weh ma
Zingisithel' is'thandwa sami
Ntab' ezikude weh ma
Zingisithele wena dali wami
Ntab' ezikude we ma
Ntab' ezikude we ma
Ntab' ezikude we ma
Ntab' ezikude we ma
Ntab' ezikude we ma
Ntab' ezikude we ma
Ntab' ezikude we ma
Ntab' ezikude we ma
Ntab' ezikude we ma
Ntab' ezikude we ma
Ntab' ezikude we ma
Ntab' ezikude we ma
Written by: Sun-El Musician