Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Mlindo The Vocalist
Mlindo The Vocalist
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Lindokuhle Mgedezi
Lindokuhle Mgedezi
Composer
Themba Sekowe
Themba Sekowe
Composer
Choole Dumisane Munyati
Choole Dumisane Munyati
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Themba Sekowe
Themba Sekowe
Producer

Lyrics

[Verse 1]
Ndlu kaSenzangakhona vukani, musan' ukulala
Amakhehla ashis' imphepho emsamu
Izangoma zilahla amathambo zibhule
Ndiyazazi ndisisoni mna
Kodwa baba hai ndicel' ungandilibali m'na
Ndicel' ungandilibali m'na
[Verse 2]
Kuyobanini umama 'ami ehlupheka
Kuyabanini abantwana besogola
Indlu emnyama iphenduk' inhlekisa umhlaba wonke
Kuyobanini umama 'ami ehlupheka
Kuyabanini abantwana besogola, hai
Indlu emnyama iphenduk' inhlekis' umhlaba wonke
Kanti wena Baba uphendula abanjani?
Kanti wena Baba uphendula abanjani?
Umama uyanikela imihla yonke, imithandazo yakhe ayiphenduleki
Amadlozi ngibone ngathi wona asilahlile wona
Andazi noma ubone khona, hai
Andazi noma ubone khona, hai
Amadlozi ngibone ngathi wona asilahlile wona
Andazi noma ubone khona
[Verse 3]
Ndlu kaSenzangakhona vukani, musan' ukulala
Amakhehla ashis' imphepho emsamu
Izangoma zilahla amathambo zibhule
Ndiyazazi ndisisoni mna
Kodwa baba hai ndicel' ungandilibali m'na
Ndicel' ungandilibali m'na
[Verse 4]
Yeeee, yeah!
Shubebe, shubebe
Baba hai siyashweleza
Written by: Choole Dumisane Munyati, Lindokuhle Mgedezi, Themba Sekowe
instagramSharePathic_arrow_out