Lyrics

Akukh' uJesu angek' akulungise (yebo, ngiyazi) Akukh' uJesu angek' akulungise (yebo, ngiyazi) My God, akukh' uJesu angek' akulungise (yebo, ngiyazi) Bazalwane akukh' uJesu angek' akulungise (yebo, ngiyazi) Yebo, ngiyazi (yebo, ngiyazi) Yebo, ngimbonil' uBaba (yebo, ngimbonile) Hallelujah (akukh' uJes' angek' akulungise) (Yebo, ngiyazi) Yebo, ngiyazi (yebo, ngiyazi) Yebo, ngimbonil' uJesu (yebo, ngimbonile) Hallelujah (akukh' uJes' angek' akulungise) (Yebo, ngiyazi) Ezintweni zonke Ebunzimeni bonke UJes' uhamba nami Ingakho ngithi akehluleki Ezintweni zonke Ebunzimeni bonke UJes' uhamba nami Ingakho ngithi akehluleki Akukho (akukh' uJes' angek' akulungise) (Yebo, ngiyazi) Akukh' uJesu (akukh' uJes' angek' akulungise) (Yebo, ngiyazi) Ngithi yebo, ngiyazi (yebo, ngiyazi) Yebo, ngimbonil' uJesu (yebo, ngimbonile) Hallelujah (akukh' uJes' angek' akulungise) (Yebo, ngiyazi) akukho Yebo, ngiyazi (yebo, ngiyazi) (Yebo, ngimbonile) Hallelujah (akukh' uJes' angek' akulungise) (Yebo, ngiyazi) akukho Yebo, ngiyazi (yebo, ngiyazi) Ang'zwanga ngendaba (yebo, ngimbonile) Kodwa ngiy'bone kimi (akukh' uJes' angek' akulungise) (Yebo, ngiyazi) Ngithi yebo, ngiyazi (yebo, ngiyazi) (Yebo, ngimbonile) Hallelujah (akukh' uJes' angek' akulungise) (Yebo, ngiyazi) Mina ngithi uJesu wangena nami Phakath' empini Wanginqobel', waphuma nami (Akukh' uJes' angek' akulungise) ah, mina ngeke ngiyek' uk'kholwa (Yebo, ngiyazi) Hey, bazalwane uJesu Phakath' empini Wanginqobela, yena waphuma nami (Akukh' uJes' angek' akulungise) (Yebo ngiyazi) Ngisizeni bazalwane, uJes' (wangena nami) Phakath' empin' (phakath' empini) Kwakushisa kuvutha (wanginqobela) Yena waphuma nam' (waphuma nami) (Akukh' uJes' angek' akulungise) Jesus (Yebo ngiyazi) Ngincedeni bazalwane, uJe- (wangena nami) Phakath' empin' (phakath' empini) Kwakushisa kuvutha (wanginqobela) Yena waphuma nam' (waphuma nami) (Akukh' uJes' angek' akulungise) hallelujah (Yebo ngiyazi) Ngithi yebo, ngiyazi (yebo, ngiyazi) (Yebo, ngimbonile) Hallelujah (akukh' uJes' angek' akulungise) (Yebo, ngiyazi) akukho Yebo, ngiyazi (yebo, ngiyazi) (Yebo, ngimbonile) Hallelujah (akukh' uJes' angek' akulungise) (Yebo, ngiyazi) Woza, woza Ungasali woza, woza Shona phantsi One more time Woza, woza, woza mzalwane Serious face! Haibo, haibo, Jesus Shona phantsi! Yebo, ngiyazi (yebo, ngiyazi) Ang'zwanga ngendaba (yebo, ngimbonile) Kodwa ngiy'bone kimi (akukh' uJes' angek' akulungise) (Yebo, ngiyazi) Yebo, ngiyazi (yebo, ngiyazi) (Yebo, ngimbonile) Hallelujah (akukh' uJes' angek' akulungise) (Yebo, ngiyazi)
Writer(s): Siyanqoba Mthethwa, Thandazile Sibisi Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out