Top Songs By Brenda Fassie
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Brenda Fassie
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Brenda Fassie
Composer
S. Shandel
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
S. Shandel
Producer
Lyrics
Hola gazi
Mina angazi
Angazi kanjani
Uthi mangenze njani?
Uthi mangene njani?
Siphethe abantwana, siphethe yonke ivibe
Siphethe yonk' into esemhlabeni
Siphethe namantaliyane, oh, yeah
Siphuma kanje, siphuma kanje, siphuma kanje
Hayi, hayi, indaba yami i-straight
Oh, ayifuni ruler
Kanti wen' uwunumber bani?
Angisafuni neks (Imina lo, imina lo, yini pa-bup, pa-bup, pa-bup)
Hayi, hayi, indaba yami i-straight (Hola gazi)
Ayifuni ruler
Kanti wen' uwunumber bani?
Angisafuni neks (Sure, sure bazala)
Ha! Angazi, kanti lomuntu wenza kanjani?
Siyajayiva, hayi siyahlala la or wena ufuna ukuthini?
Nxayi wena, nxayi hayi, hayi, hayi, hayi
Uyangijwayela bhuti
Uphuma kanje, uphuma kanje (Uthi mina ngenze kanjani?)
Mawuphuma kanje, uphuma kanje (Uthi mina ngenze kanjani babe? Why mara ungithatha ngenkani?)
(Eh? Awungitshele, or zithini babe?)
Zithi pa-bup, pa-bup, pa-bup, pa-bup
Zithi hola, hola mpintshi
Hola, hola, hola, hola mpintshi
Hayi, hayi, indaba yami i-straight
Ayifuni ruler
Kanti wen' uwunumber bani?
Angisafuni neks (Angisafuni neks, neks, neks)
Hayi, hayi, indaba yami i-straight (Uthetha kanjani?)
Ayifuni ruler
Kanti wen' uwunumber bani? (Or kanjani babes?)
Angisafuni neks (Ha, bazogcwala)
Uzogcwala
Yewena uzogcwala
Yewena uzogcwala
Ngizakugcwalisela, ha-ha
Hayi, hayi (Haibo) Indaba yami i-straight (hayi, hayi, hayi, hayi, hayi)
Ayifuni ruler
Kanti wen' uwunumber bani?
Angisafuni neks (Halo, halo, halo, bye, bye)
Hayi, hayi, indaba yami i-straight
Ayifuni ruler
Kanti wen' uwunumber bani?
Angisafuni neks (Koko, koko, koko, come in)
Hayi, hayi, indaba yami i-straight
Ayifuni ruler
Kanti wen' uwunumber bani?
Angisafuni neks (Bathi ngiyafeba mara ngiyaziphilela mfethu yimi ngiyi one)
(Uyagcwala, awugcwali indaba yakho ne-maid yakho leyo)
I-straight
Ngiphuma kanje, ngiphuma kanje, ngiphuma kanje
Hola
Hola, hola gazi awushaye la, shaya la
Zithin ibabe? Pa-bup, pa-bup-, pa-bup, pa-bup
Hayi, hayi, indaba yami i-straight (Phela asiphumi la)
Ayifuni ruler (Siyajaiva)
Kanti wen' uwunumber bani?
Angisafuni neks
(Ukuthi, ukuthi nguBrenda Fassie or Lebrowski, hayi angazi kanjani
Hayi, hayi, indaba yami i-straight
Nami mara la siyaphila mfethu, wena uyangena, awungeni?)
Ayifuni ruler (Halo, halo, halo, bye, bye, koko, koko, koko, come in)
Kanti wen' uwunumber bani?
Angisafuni neks
Hayi, hayi, indaba yami i-straight
Ayifuni ruler (Hayi buya kusasa, awubuye kusasa)
Kanti wen' uwunumber bani?
Angisafuni neks (Hello, hello baby)
Hayi, hayi, indaba yami i-straight (I-straight lendaba mfethu)
Ayifuni ruler (Angifuni neks mfethu)
Kanti wen' uwunumber bani? (Ngiyanibona ukuthi niya endodeni)
Angisafuni neks
Written by: Brenda Fassie, S. Shandel