Credits

PERFORMING ARTISTS
Mnqobi Nxumalo
Mnqobi Nxumalo
Performer
Siphiwe Ngcobo
Siphiwe Ngcobo
Piano
Lungelo Ngcobo
Lungelo Ngcobo
Organ
Siyabonga Hlengethwa
Siyabonga Hlengethwa
Bass Guitar
Tino Damba
Tino Damba
Drums
Iyke Abu
Iyke Abu
Guitar
Nonkosi Khumalo
Nonkosi Khumalo
Background Vocals
Wandile Nkambule
Wandile Nkambule
Guitar
Frank Mavhimira
Frank Mavhimira
Guitar
Musa Yende
Musa Yende
Background Vocals
Rorisang Ndzimande
Rorisang Ndzimande
Background Vocals
Vuyelwa Oke
Vuyelwa Oke
Background Vocals
Bongiwe Madelas Lethatsa
Bongiwe Madelas Lethatsa
Background Vocals
Ntsamaeng Motloung
Ntsamaeng Motloung
Background Vocals
Siyakha Tshayela
Siyakha Tshayela
Background Vocals
Phelo Bala
Phelo Bala
Background Vocals
Sanele Mkhize
Sanele Mkhize
Background Vocals
Thembinkosi Manqele
Thembinkosi Manqele
Background Vocals
Sandile Cele
Sandile Cele
Background Vocals
Nozipho Phiri
Nozipho Phiri
Background Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Mnqobi Nxumalo
Mnqobi Nxumalo
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Siphiwe Ngcobo
Siphiwe Ngcobo
Co-Producer

Lyrics

Alikho emhlabeni ikhaya lami qha
Nginguye ohambayo ngizulazula la
Ikhaya lami nanto, lisezulwini ke
Alikho la elinje ngalodwa, hayi alikho
(Alikho emhlabeni ikhaya lami qha)
(Nginguye ohambayo ngizulazula la)
Ikhaya lam' (Ikhaya lami nanto, lisezulwini ha)
(Alikho la elinje ngalodwa)
Ikhaya lam' (lami lihle hle)
Umuzi (wami muhle-ke) ikhona sizohuba
(Ikhona sizohuba)
(Sithi "Haleluya!")
Bheka (le buso bam')
Yizwa ke (ke ndlebe yam)
(Ikhaya lami nanto phezulu)
Ikhaya lami (lami lihle hle)
Umuzi (wami muhle-ke) ikhona sizohuba
(Ikhona sizohuba)
(Sithi "Haleluya!")
Bheka (le buso bam')
Yizwa ke (ke ndlebe yam)
(Ikhaya lami nanto phezulu)
Kungabayini manje ezongibamba la?
Ngifuna inhliziyo emhlophe ithe qwa
(Ngokuba kungengene ekhaya leliya)
Into engcolileyo (Into engcolileyo nayodwa)
Ngomhla singenile (Mhla soba singenile sibon' umuzi le)
Nay' uMsindisi (Nay' uMsindisi wethu nobuhle buthe hle)
Sokhipha (Sokhipha nant' igama ngokumangala he) hay'angitshelwanga
(Angitshelwanga noma inxenye)
Ikhaya lam' (lami lihle hle)
Umuzi (wami muhle-ke) ikhona sizohuba
(Ikhona sizohuba)
(Sithi "Haleluya!") Bheka le
(Le buso bam')
Yizwa ke (ke ndlebe yam)
(Ikhaya lami nanto phezulu)
Ngish'ikhaya lami (lami lihle hle)
Umuzi wami (wami muhle-ke)
(Ikhona sizohuba)
(Sithi "Haleluya!")
Bheka (le buso bam') nawe ndelebe
Yizwa manje (ke ndlebe yam)
(Ikhaya lami nanto phezulu)
(Sengiyacela Nkosi ku' ba ngiphiwe-ke)
(Lamandl' engiwadinga kuba ngifike le)
(Ngokuba izilingo zingihaqile ke)
(Ngiyahluleka uma ngingedwa)
Ikhaya lami (lami lihle hle)
Umuzi wami (wami muhle-ke)
(Ikhona sizohuba)
(Sithi "Haleluya!") bheka le
(Le buso bam')
Yizwa ke (ke ndlebe yam)
(Ikhaya lami nanto phezulu)
Kulomhlaba ngingumhambi (lami lihle hle)
Angihlal'emhlabeni (wami muhle-ke)
(Ikhona sizohuba)
(Sithi "Haleluya!")
Bheka le (le buso bam')
Yizwa ke (ke ndlebe yam)
(Ikhaya lami nanto) Alikh' elinye esilaziyo
(Ikhaya lami nanto) Lapho sophumula khona (Ikhaya lami nanto)
Ngilibona ngamehlo enhliziyo (Ikhaya lami nanto)
Nanti ikhaya lami (Ikhaya lami nanto)
Ikhaya lami lisemazulwini (Ikhaya lami nanto)
Ngilibona ngamehlo enhliziyo (Ikhaya lami nanto)
Alikh' elinye, alikh' elinye (Ikhaya lami nanto)
(Ikhaya lami nanto)
Ngilibo- (Ikhaya lami nanto)
Ngiyalibona ngamehlo enhliziyo (Lami nanto)
Ikhaya lami nanto
Ikhaya lami nanto phezulu
Written by: Mnqobi Nxumalo
instagramSharePathic_arrow_out