Music Video

Lastee - Igundane (Official Music Video)
Watch Lastee - Igundane (Official Music Video) on YouTube

Featured In

Lyrics

Mus' ukutatazela
Yek' ukubukizinto zakwa next door
Kuthi kudliwinkukhu lapha
Usuyojaha nawe ke inkukhu yakamekhelwane ke
Ungagcin' usudl' igundane
Ngijima phezu kolayini mfana kusala kwasan
Ay ngeke lensimbi ishayiwe mfana ikhala kamnand
Ngzokdlala ngesngisi ngikdlale ngegeba ngungalakajan
Mawushoda nge sense ngikfakel' ushintshi nemfalakahlan
Sitshununuza ngamaflow mfana untararanta
Bheka ngiy'thanda kanjan phela ngumfana ka Ma
Aw kdala sishizila skhuphuma wemfana sizabalaza
Manje sding' ukshay' imali mfana sjabulis' abazal
Ngfun' imali ngfun' impilo
Ngfuna nekari ngsik' iphiko
Rolex nesphandla ngigcin' isiko
Ngphathe no Zulu kugcwal' isilo
Munt' wakh' ukhihl' islilo
Ushawa yiqabunga kphel' ismilo
Uyfunel' i Outy uthand' iphimbo
Plain and simple uphuth' nemfino
Ngfun' izaka ngfun' umholo
Ngqabul' idladla ngsik' ipolo
Ngkhiphe nemama siy' eytolo
Ath' ukuythol' abophiphondo
Eish san' sekuysono
Bheka le flow ngkhiph' ikhono
Ngfana no Toss phul' iqolo
Nom' u Laqhash phulidolo
Haibo
Hhay
Hhay
Hhay
Haibo
Hhay
Hhay
Gcin' usudl' igundane
Hhay
Haibo
Hhay
Hhay
Hhay
Haibo
Hhay
Hhay
Gcin' usudl' igundane
Hhay
Ngigijima phezu kolayini mfan' uzongmela kancan
Ngthukuthele kakhulu kulonyaka angdlali nasnay
Ng'gudluza kwasan' mfan' angdlali ngphethe nombhayimbhayi
Ngzokthum' uphuthu ng'qede ngiyoshay' inhloko yakwa Mai Mai
Buka ngqoken' onyawen
Nent' ebanday' okhalwen
Phela mina ngphum' eShow' eGingindlovu ungbuze naseMpangen
Ngkhule ngigibel' uwashesha
Istolo sakithi uMlangen
Ubab' omncane wam' uMpeth' ingakho seng represent idubane
Ngfun' imali hhay utiki
Ksukela kdala ngshay' ipiki
Ngdlal' u baas John engnik' ushintshi
Noma wencos' engfun' ithini
Ufun' I card ufun' iphini
Ufun' I make up ufun' I weave
Ay ngeke kanti zthini
Ngathi ngyadlalwa nginkostini
Ay suka khiph' umshini
Rainfall in Durban uph' u Cyril
Sfuna lemali ufun' ukthini
Sphusha ngenkan' ivil' aljiki
Ngfun' ukshay' u 5 shay' u siksi
Ngibe yikesi ngqok' iskhindi
Ngyayshay' I flying khikhi
Mawungzela nge face nangeysini
Haibo
Hhay
Hhay
Hhay
Haibo
Hhay
Hhay
Gcin' usudl' igundane
Hhay
Haibo
Hhay
Hhay
Hhay
Haibo
Hhay
Hhay
Gcin' usudl' igundane
Hhay
Written by: Thulasizwe Dlamini
instagramSharePathic_arrow_out