Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Naima Kay
Vocals
Zolani
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Minenhle Ngcobo
Composer
Zolani Maseko
Composer
Lungile Nyawose
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Minenhle Ngcobo
Producer
Lyrics
[Intro]
Ayayai, ayayai, ayi
Ya, ya, ya, ya
Hello my baby
[Verse 1]
Kumnandi, kumnandi
Ukuthandana nawe
Hhayi wena Bo
Kumnandi, kumnandi
Ukuthandana nawe
[Verse 2]
K'lamalang' into zam' ziright
K'lamalang bang'biz' umalume, ngenxa yakho
Aw' ngenxa yakho
We ntombemhlophe
Ung'nik' uthand' olumnandi
Hello my baby
[Verse 3]
Ngiyakhumbula mhla uza kimi
Wen' uz'bika kimi
Ngathi lobhut' udlala kancane
Ngoba kade ngamthanda we
Ngifun' ukumnik' uthand' olumnandi
[Verse 4]
Ngicel' ubamb' isandla sami, uhambe nami we, babe yoh
Sohlulwa zintaba zodwa ngenxa yothand' olumnandi
Haw' we, we, we
[Verse 5]
Kumnandi, kumnandi
Ukuthandana nawe
Kumnandi, kumnandi
Ukuthandana nawe
[Verse 6]
Kumnandi, kumnandi
Ukuthandana nawe
Kumnandi, kumnandi
Ukuthandana nawe
[Verse 7]
Thath' u-kiss dali, thath' u-kiss
Thath' u-kiss dali, thath' u-kiss
Mncwah
Hey uyawuzwa babe nawe wehla ngegazi
[Verse 8]
S'pheth' ama chushe,
S'pheth' int' ezimnandi
Ezifanele wena babe
[Verse 9]
Wen' ufana nengoma kamaskandi
Eshaw' amabhinca
Uvel' ung'khumbuz' Ubuntu bami we
Vele kumnandi
Ukuthandana nawe
Soka lami
[Verse 10]
Kumnandi, kumnandi
Ukuthandana nawe
Kumnandi, kumnandi
Ukuthandana nawe
[Verse 11]
Kumnandi, kumnandi
Ukuthandana nawe
Kumnandi, kumnandi
Ukuthandana nawe
[Outro]
Ngifuna sibe sobabili
Nami that is my wish
S'thandwa sami kumnandi
Yebo kumnandi
Ngifun' ukuba nawe
Ngaso sonk' isikhathi
Kwaze kwamnandi
Hhayi kwaze kwamnandi
Written by: Lungile Nyawose, Minenhle Ngcobo, Zolani Maseko