Lyrics

Wena ungowami
Wena ungowami
Wena ungowami
Wena ungowami
Oh, ntomb' uthando lwakho lung'vus'ekuseni, yeah
Like a working man okumel' awondl'umndeni
Ntombi mina ngikhetha wena wedwa ungabuza nje, yeah
I thought you should know this yeah
We mntaka baba (Mntaka baba)
Kwamnand' ukuthandwa (Kwamnand' ukuthandwa)
Uvalo lonke solwaphela
Incwad' encane
Sengiyithumele
Nabo malume baphelele (Iyelele mama yeah)
If I could show you
What's in my heart, I would
Girl I'll adore you
Like no one ever could
Oh, ain't nobody, ain't nobody ever love you like this, baby
Oh, you're my lady, oh yeah
Themba mina baby
Nguwe wedwa k'phela baby
Angisafun' omunye wen' ungowami
Mina ngikhethe wena baby
Yikho ngizinikela baby
Angisafun' okunye wen' ungowami (yilele eh heh)
Hhayi ngiyazifela
Mina ngiyaz'thandela
Ithi ungowami baby
Hhayi ngiyazifela baby
Ohh I
Hhayi ngiyazifela
Mina ngiyaz'thandela
Ithi ungowami baby
Hhayi ngiyazifela baby
Ohh yeah, ohh
Nguwe wena wedwa oyimpilo yami
Nguwe wena wedwa (Nguwe wena wedwa)
Khohlwa ngalabanye 'bafun' ukung'thola
You are something more than a friend
Ubuhle bakho buyakhanya
Uvusa abalele
Bafune sihlukane ngeke balunge (Bafune sihlukane ngeke balunge)
Kodw' iyinkomo zigcwel' isibaya
Ngizothum' abasekhaya
I won't waste no more time
You have to be mine
Abany' angibazi (Angibazi)
Abanomona, abahleba ngami bathi ngiyajola
Amanga wodwa
Ungabanaki noma bekhuluma kabi ngathi
Ngizothumel' iyinkabi zami
Sengikhethile wen' ungowami
Ungowami
Themba mina baby
Nguwe wedwa k'phela baby (ohh)
Angisafun' omunye wen' ungowami (wami yeah)
Mina ngikhethe wena baby
Yikho ngizinikela baby (Yikho ngizinikela baby)
Angisafun' okunye wen' ungowami (Wami), oh yeah
Hhayi ngiyazifela
Mina ngiyaz'thandela
Ithi ungowami baby
Hhayi ngiyazifela baby
Ohh
Hhayi ngiyazifela
Mina ngiyaz'thandela
Ithi ungowami baby yeah
Oh na na na na
Na na
Oh na na na na
Na na
Straight from the 1 5 2 0, yeah the ghetto, yeah yeah
It's the East side, baby
Written by: Ntsako Manentsa, Siyabonga Mkhize
instagramSharePathic_arrow_out