Featured In

Credits

COMPOSITION & LYRICS
Alfred Mpumelelo Gumbi
Alfred Mpumelelo Gumbi
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Moja Pooh
Moja Pooh
Producer

Lyrics

Noma ngab' izindlu ezodaka
Nomangab' izindlu ezodaka yeah (Noma ngab' izindlu ezodaka)
Nomangab' izindlu ezodaka (Noma ngab' izindlu ezodaka)
Wemntakwethu kusekhaya la (Kusekhaya la)
Kusekhaya la (Kusekhaya la)
Oh noma' (Noma ngab' izindlu ezodaka)
Nomangab' izindlu ezodaka yeah (Noma ngab' izindlu ezodaka)
Nomangab' izindlu ezodaka yeah yeah yeah (Noma ngab' izindlu ezodaka)
Wemntakwethu kusekhaya la (Kusekhaya la)
Kusekhaya la (Kusekhaya la)
Oh noma' (Noma ngab' izindlu ezodaka)
Lapheng'phuma khona kusekhaya s'phila ngothando
Nomangabe k'nzima siwas'vuka s'phila ngomphando
I-marathon syagijima sofika ku-finish line
Nomangabe la k'sedastini, but thina we Shine
Vele syazi k'nama flop, nentsh'idlaliz'dakamizwa
Ukuth'i party nomumngcwabo la'snandaba kyashitshizwa
Ay'zbekile ke ne woonga ithembasil'lahli kzolunga
Abathakathi nokusdunga still asil'lahli kzolunga
Ama levels awalingani but bambal'wabanemali
Sbuye s'phile ngokuz'gada la, ugad'ungalimali
Nomasakhile ne mjodolo
Iksasalethu ngeke lize l'fane nay'zolo
Nomangab' ekseni s'vukela kwa gobiqolo
Kwamele senzenjan'uk'philimpilo kumbeqolo
Nomangab' izindlu ezodaka yeah (Noma ngab' izindlu ezodaka)
Nomangab' izindlu ezodaka (Noma ngab' izindlu ezodaka)
Wemntakwethu kusekhaya la (Kusekhaya la)
Kusekhaya la (Kusekhaya la)
Oh noma' (Noma ngab' izindlu ezodaka)
Nomangab' izindlu ezodaka yeah (Noma ngab' izindlu ezodaka)
Nomangab' izindlu ezodaka yeah yeah yeah (Noma ngab' izindlu ezodaka)
Wemntakwethu kusekhaya la (Kusekhaya la)
Kusekhaya la (Kusekhaya la)
Oh noma' (Noma ngab' izindlu ezodaka)
K'semzansi la i-youth ikhala ngomsebenzi
Noma ngab'ufunde kanjan ak'namsebenzi
As'sa thembi ngisho nabaholi bezwe
K'vuthumlilo kya-loot-hwa, I guess ukuze bezwe
K'hlukunyezw'abesfazane, namadoda nawo kodw'indab' inamantombazane
Sithi s'sabhek' uklwel' eyangempel' i-freedom
S'thole ses'lwel' ebumnyamen' usucishil' uEskom
Ubulaw'indlala la awsebenzi 'zothol u350
Sil'phathisiwe izwe kod'umhlaba oka-Piet
Abanye bayazama abanye ozama zama
Uzama zama kanjan' urey'ph 'intombazanyana
K'phathwabantu la k'phathwe nama dollar
Osopolitik' ibona 'baphathi bebhola
K'ngcon' abok'hamba bona basengagoduka min' ikith' la
Kusekhaya la
Nomangab' izindlu ezodaka
Nomangab'izindl'ezodaka (Noma ngab' izindlu ezodaka)
Nomangab' izindlu ezodaka (Noma ngab' izindlu ezodaka)
Wemntakwethu kusekhaya la (Kusekhaya la)
Kusekhaya la (Kusekhaya la)
Oh noma' (Noma ngab' izindlu ezodaka)
Nomangab' izindlu ezodaka yeah (Noma ngab' izindlu ezodaka)
Nomangab' izindlu ezodaka yeah yeah yeah (Noma ngab' izindlu ezodaka)
Wemntakwethu kusekhaya la (Kusekhaya la)
Kusekhaya la (Kusekhaya la)
Oh noma' (Noma ngab' izindlu ezodaka)
Written by: Alfred Mpumelelo Gumbi
instagramSharePathic_arrow_out