Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Mthandeni SK
Mthandeni SK
Vocals
Lwah Ndlunkulu
Lwah Ndlunkulu
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Mthandeni Mangele
Mthandeni Mangele
Songwriter

Lyrics

Kuya ngokuthi ungubani Uhamba izindawo ezinjani Uphila nabantu abanjani Upheth' istayela esinjani Kuya ngokuthi ungubani Uhamba izindawo ezinjani Uphila nabantu abanjani Upheth' istayela esinjani Ngangiy'thanda int'enhle Amandla nganginawo Ngifisa ukuyisa umuntu wami e-Paris Ngiyomdlisa amahinyahinya Ngangiy'thanda int'enhle Amandla nganginawo nje Ngifisa ukuyisa umuntu wami e-Paris Ngiyomdlisa amahinyahinya Iyey yeh Iiih yey yey, iiih yey yey, iiih yey yey Wen' umuntu wami, umuntu wami Futhi ngiyohlezi ngik'thanda Nomabethini, oh bethini, o bethini Wena umuntu wami, umuntu wami wedali Umuntu wami yeye, yeyeyi Ngabe ngik'thengel' isthuthuthu dali Ugijime ufike langakithi Manje anginalutho, ngizokukhandel' ingolovane Ngabe ngik'thengel' uswidi dali Ngik'qabule ngawo themba lami Manje anginalutho, ngizokugubhel' amatshe Abantu bathi uthando aluboni Kazi iyozala nkomoni Ngoba ekhethi indoda ingena mali Indoda ingena lutho Mali kanti ukhetha abanjani? Mali kanti uthanda abanjani? Ngoba mali ngiyasebenza Wena uqoma umlungu na kunami? Mali kanti uqoma abanjani? Mali kanti ufuna abanjani? Ngoba mali ngiyasebenza Wena ukheth' umlungu na kunami? Mali kanti uqoma abanjani? Mali kanti ukhetha abanjani? Ngoba mali ngiyasebenza Wena uqoma umlungu na kunami? Iyey yeh Iiih yey yey, iiih yey yey, iiih yey yey Wena umuntu wami, umuntu wami Iiih yey yey, iiih yey yey, iiih yey yey Wena umuntu wami, umuntu wami Futhi ngiyohlezi ngik'thanda Nomabethini, oh bethini, o bethini Wena umuntu wami, umuntu wami wedali Umuntu wami yeye, yeyeyi
Writer(s): Mangele Mthandeni Sibusiso Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out