Top Songs By Zakwe
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Zakwe
Rap
COMPOSITION & LYRICS
Zakwe
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
X-Wise
Producer
Lyrics
Zakwe ft Riot, Zola 7 & Big Zulu - THIXO WAMI
Intro - Zakwe
Nkulunkulu onamandla
mdala weZulu no mhlaba
Siyakhuleka baba
Chorus - Riot
Thixo wami, mawungabi kude nami
Izitha Zami, mazingajabuli ngami
Thixo wami, thabatha isandla sami
Ndenze nami, ndibe ngongcwele (Lord God)
(Zakwe)
ukuvuka ekuseni ke sibonga umdali sisaphefumula
kwabanye bethu kunzima, abalitholanga lelithuba
namanje inkosi sisayidumisa, kuyolamula ithuna
sphila nzima sivika abathakathi abagila lemkhuba
sithoba abalele ezibhedlela abagulela ukufa
sithinte abahlezi emajele bengenzangaphutha
ngikhulekela abasemkhukhwini abavika imvula
ngikhulekela abangiyitholi imisebenzi bebe bafuna
sikhulekela abantu besimame ukuthi basimame
thabatha isandla sami, inkinga zomhlaba siyinqande
abanye bakhetha izindlela ezimbi sekunzima manje
uzubathethelele mdali la kunzima ngaphandle
Nkosi ngiyazi labantu esibabiza ngezitha, abantwa bakho eh
Kodwa ngiyacela, ngiyacela, ukhulume nabo, behlise ulaka lwabo eh
Chorus
(Zola 7)
Dear God, yimi futhi ngizokubekela
I might be long, get a chair, baba ngizokusikela
Dear God onginike bona bayakhanya
Bahlinzelwa bebancane, fede grand akunandaba
Dear God bangihluthula umoya
Wena uthi angithule mina ngifuna ukubangena like
Bha Bha Bha, ngifuna ukubangena
Dear God where to from here?
Kudala ngimemeza, can you really really hear?
Bahlokoloza uZola, can you really really hear?
Hello Hello, yoh God are you there?
(yoh God are you there)
Back to the studio ngibaphindele ke
Back to the radio, ngiyidlale ke
Dear God mayihlehla ithatha amandla
Dear God I'm done here, uva uZakwe
Chorus
(Big Zulu)
Baba kunzima emhlabeni
Ngathi sesiphila ney'lwane entabeni ay
mina ngazishiya eshlabeni
Kodwa namuhlanje, zingifuna emnyakeni
Thixo wami, oh ngibambe isandla sami
Ngiweze nami, umfula nomugcweleu
Lapha engikhona kunzima
Ngipha amandla, nami ngilime eyami indima
Angifuni ukuba yisdina
Mangikokota angiceli, iminyango bayayikhiya/
Ngicela ungiphe amandla
Baba somandla nami ngicela ungiphe inamba
Ngizokufonela nami ngibike usizi lwami la
Kuzitha zami sengikhathele zinhlamba/
Chorus
Written by: Zakwe