Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Soul Brothers
Soul Brothers
Performer
COMPOSITION & LYRICS
David Masondo
David Masondo
Songwriter
Moses Ngwenya
Moses Ngwenya
Songwriter

Lyrics

Kodwa uvumelani ukuthi
USathane akulinge s'thandwa
Kodwa uvumelani ukuthi
USathane akulinge s'thandwa
Namhlanje wenze icala
Engeke lisaphela enhlizweni yami
Namhlanje wenze icala
Engeke lisaphela enhlizweni yami
Yonke leminyaka sithandana nawe
Awungitsheli ngani kuthi sibabili
Waze was'chitha isikhathi sami
We mntanomuntu
Yonke leminyaka sithandana nawe
Awungitsheli ngani kuthi sibabili
Waze was'chitha isikhathi sami
We mntanomuntu
Yebu uyazi kuzoba lukhuni
Ukuhlala ngedwa nezingane
Yebu uyazi kuzoba lukhuni
Ukuhlala ngedwa nezingane
Kodwa ayikho into engingayenza
Yonke leminyaka sithandana nawe
Awungitsheli ngangi kuthi sibabili
Waze was'chitha isikhathi sami
We mntanomuntu
Namhlanje wenze icala
Engeke lisaphela enhlizweni yami
Namhlanje wenze icala
Engeke lisaphela enhlizweni yami
Written by: David Masondo, Moses Ngwenya
instagramSharePathic_arrow_out