Top Songs By Brown Dash
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Brown Dash
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Mduduzi Masilela
Composer
Simphiwe Mpamile
Composer
Sipho Ndlovu
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
M'du
Producer
Lyrics
[Verse 1]
Ng'yohlala ng'thandana nawe
Njalo nje, la z'yakhipha
Ng'yohlala ng'thandana nawe
Uyis'thandwa sam
Uyisamampela
[Verse 2]
Sweety, lovey, dali
Ubani ok'tshel' ukuthi labafana
Abana ndaba tender love and care
Ubani ok'tshel' ukuthi ang'wash ama-takkie
Ng'bulawa utshwala
Lent' engiyizwayo ayikho fair
Ubani ok'tshel' ukuthi thina magroota asina nqondo
Asina future, amavuil-pop
Ubani ok'tshel' ukuthi asinamali
Laph' esihamba khona thina s'hamba senz' amaflop
[Verse 3]
Ningas'thathi kancane
Manis'bona s'jump'a jump'a emabheshini emalokshini
Ningas'thathi kalula manis'bon' emaphepheni, ema-TV, ema-magazine
Ningas'thathi kancane
Ngoba thina vele s'bhem' is'gubhu es'vuth' ulaka
S'yekeleni, s'yekeleni
[Verse 4]
Sondela ngik'gibelis' iVum-vum
[Verse 5]
Ng'yohlala ng'thandana nawe
Njalo nje, la z'yakhipha
(Sondela ngik'gibelis' iVum-vum)
Ng'yohlala ng'thandana nawe
Uyis'thandwa sam
Uyisamampela
(Sondela ngik'gibelis' iVum-vum)
[Verse 6]
Ng'yohlala ng'thandana nawe
Njalo nje, la z'yakhipha
(Sondela ngik'gibelis' iVum-vum)
Ng'yohlala ng'thandana nawe
Uyis'thandwa sam
Uyisamampela
[Verse 7]
Awu sweety mama
[Verse 8]
My love ses'hlangan' emarenkeni
Nabolova bakwatel' ukuthi ngish' entweni
Sondela ngizok'gibelis' iVum-vum
Correct, sisema-Biskop
Vele thina s'aboliva senz' ama-flop
Kodw' asikh' is'dingo bathi mina ngiyiskorobho
Baby yekela labangani bakho
[Verse 9]
Sondela ngik'gibelis' iVum-vum, vum-vum
Sondela ngik'gibelis' iVum-vum
Awu sithi pholas
Sondela ngik'gibelis' iVum-vum, vum-vum
Sondela ngik'gibelis' iVum-vum
[Verse 10]
Ng'yohlala ng'thandana nawe
Njalo nje, la z'yakhipha
(Vum-vum)
Ng'yohlala ng'thandana nawe
Uyis'thandwa sam
Uyisamampela
(Vum-vum)
[Verse 11]
Ng'yohlala ng'thandana nawe
Njalo nje, la z'yakhipha
(Vum-vum)
Ng'yohlala ng'thandana nawe
Uyis'thandwa sam
Uyisamampela
(Vum-vum)
[Verse 12]
Sondela ngik'gibelis' iVum-vum, vum-vum
Sondela ngik'gibelis' iVum-vum
Awu sithi pholas
Sondela ngik'gibelis' iVum-vum, vum-vum
Sondela ngik'gibelis' iVum-vum
[Verse 13]
Sondela ngik'gibelis' iVum-vum, vum-vum
Sondela ngik'gibelis' iVum-vum
Awu sithi pholas
Sondela ngik'gibelis' iVum-vum, vum-vum
Sondela ngik'gibelis' iVum-vum
[Verse 14]
Sondela ngik'gibelis' iVum-vum
[Verse 15]
Ng'yohlala ng'thandana nawe
Njalo nje, la z'yakhipha
(Sondela ngik'gibelis' iVum-vum)
Ng'yohlala ng'thandana nawe
Uyis'thandwa sam
Uyisamampela
(Sondela ngik'gibelis' iVum-vum)
[Verse 16]
Ng'yohlala ng'thandana nawe
Njalo nje, la z'yakhipha
(Sondela ngik'gibelis' iVum-vum)
Ng'yohlala ng'thandana nawe
Uyis'thandwa sam
Uyisamampela
Written by: Mduduzi Masilela, Simphiwe Mpamile, Sipho Ndlovu