Music Video

Heavy K - Mzwangendwa (feat. Mondli Ngcobo)
Watch Heavy K - Mzwangendwa (feat. Mondli Ngcobo) on YouTube

Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Heavy-K
Heavy-K
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Mondli Ngcobo
Mondli Ngcobo
Songwriter
Mkhululi Siqula
Mkhululi Siqula
Composer

Lyrics

Yima, Thula mntwana mus' uk'khala
Uthando lwam ngolwakho wedwa
Yima, Thula, baby mus' uk'khala
Uthando lwami ngolwakho wedwa
Baby buya
Baby buya
Mus' ung'shiya ngedwa
Uzongbulala ngomzwangedwa
Baby buya
Baby buya
Mus' ung'shiya ngedwa
Uzongbulala ngomzwangedwa
Ukub'uyazi mntan' omuntu my love for you is true
Ngabe awungibuzi lemibuzo yonke ongibuza yona
Banomona bafuna sihlukane, baby
Uthando'lwami lungolwakho wedwa
Baby buya
Baby buya
Mus'ungishiya ngedwa
Zongibulal'umzwangendwa
Buya
Baby buya
Mus'ungishiya ngedwa, baby
No, Ngizobulwala mzwangendwa
Angisathandi mntan'omuntu ukuhlala ngikuncenga njalo
Ngoba wena ukholwa abantu njalo, njalo, njalo
Njalo, njalo, njalo, njalo, njalo
Kanti nawe uzongikholwa nini na?
Ngiyindoda
Baby buya
My baby buya
Hey baby, musa ukungishiya ngedwa
Uzongibulala nya umzwangendwa
Baby buya
My baby buya
Ngiyakucela ungangishiyi ngedwa hayi-hayi
Ngiyawusaba, ngiyawusaba, ngiyawusaba umzwangedwa
Ngiyawusaba, ngiyawusaba, ngiyawusaba umzwangedwa
Ngixolele, ngixolele mntanomuntu
Kodwa angenzanga lutho
Inkinga nje ukuthi ngiyakuthanda and ngizinikele kuwe
Baby buya
Baby buya
Heyi ngiyakucenga mus'ung'shiya ngendwa
Bulalwa umzwangendwa
Buya
Ungabuyi ngomoso, ungabuyi kusasa, buya manje
Angifuni ungishiye ngendwa
Oh, uzongibulal'umzwangendwa
Angisathandi mntan'omuntu ukhala ngikucenga njalo
Ngoba wena ukholwa abantu njalo, njalo, njalo
Njalo, njalo, njalo, njalo, njalo
Kanti nawe uzongikholwa nini na?
Written by: Mkhululi Siqula, Mondli Ngcobo
instagramSharePathic_arrow_out