Music Video

Kabza De Small - Liyangishonela ft. Nobuhle | Amapiano
Watch Kabza De Small - Liyangishonela ft. Nobuhle | Amapiano on YouTube

Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Kabza De Small
Kabza De Small
DJ
Nobuhle
Nobuhle
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Nobuhle
Nobuhle
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Kabza De Small
Kabza De Small
Producer

Lyrics

[Intro]
Buya, ngoba liyashona
Buya kulezo ntaba
Buyel' ekhaya
Uyakhumbula, thina besidlala
Ugcabhayiyane uma in'imvula
[Verse 1]
Nasekhaya basakulindile
Umama usacula lengom' emnandi
Ubaba usazulazula kuze kushone ilanga
Nalaph' owas'shiya khona thina sisamile
[Verse 2]
Buya, ngoba liyashona
Buya kulezo ntaba
Buyel' ekhaya
Uyakhumbula, thina besidlala
Ugcabhayiyane uma in'imvula
[Verse 3]
Nasekhaya basakulindile
Umama usacula lengom' emnandi
Ubaba usazulazula kuze kushone ilanga
Nalaph' owas'shiya khona thina sisamile
[Verse 4]
Ndivikeleleni
Ndivikeleleni
Nanamhla Nkosi
Thina siyamangala
Eh uhambile nathi
Namhla siyamangala
[Verse 5]
Simile ngomthandazo
Ewe sibuk' izinkanyezi
Zona ziyazi okufiswa izinhliziyo
Noma amandla okwenz' engekho
Amandla okwenza engekho
[Verse 6]
Kodwa besimile
Similе ngomthandazo
Kulezo ntaba
Buya, buyel' ekhaya
Kulеzo ntaba
Buya, buyel' ekhaya
[Verse 7]
Ndiza, ndiza, ndiza, ndiza
Eh ndiza, ndiza, ndiza
Ungithath' ungibeke
[Verse 8]
Ungithath' ungibeke
Ndiza, ndiza, ndiza ndiza
Ndiza, ndiza
Siyobesibuk' izinkanyezi
Zona ziyazi okufiswa izinhliziyo
Amandla besengekho
Saba umthandazo
[Outro]
Yingakho ndiza, ndiza, ndiza, ndiza
Ngoba liya, liya, liyangishonela
Ngoba liya, liya, liyangishonela
Ey ey, liyangishonela
Written by: Kabelo Motha, Nobuhle, Nobuhle Khuzwayo
instagramSharePathic_arrow_out