Featured In

Credits

PERFORMING ARTISTS
Nana Atta
Nana Atta
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Zwakale Mdletshe
Zwakale Mdletshe
Composer
Sinenhlanhla Mthembu
Sinenhlanhla Mthembu
Composer
Zakhele Madida
Zakhele Madida
Composer

Lyrics

[Verse 1]
Ngaze ngajola noskhotheni
Ubhemel' insang' ekamereni
Uhamba ngemoto etshontshiwe
Uphatha nes'bhamu esinamacala
[Verse 2]
Ngabe ngenzeni na
Oh ngaze ngadlal' iphanta
Ngabe ngenzeni na
Oh mina ngaze ngadlal' iphanta
[Verse 3]
Njengob' ung'shiya ng'lala ngedwa
(Hawu nje, njengob' ung'shiya)
Ngath' angak'bopha amaphoyisa
(Hawu ngath' anga, ngath' angak'bopha)
Wena la endlin' ung'shiya ngedwa
(Hawu endlini, wen' uyangishiya)
Ngath' angak'bopha amaphoyisa
(Hawu ngath' anga, ngath' angak'bopha)
[Verse 4]
Ufike la izol' edakiwe
Wang'shay' ecishe wang'bulala
Bath' abangani angimshiye
Kodwa min' angizwa lutho
[Verse 5]
Ngalesi s'bhamu ong'dubula ngaso, bengikufihlele
Njengob' ulalele le ngoma
Umphefuml' uyavuma
[Verse 6]
Ngabe ngenzeni na
Oh ngaze ngadlal' iphanta
Ngabe ngenzeni na
Oh mina ngaze ngadlal' iphanta
[Verse 7]
Njengob' ung'shiya ng'lala ngedwa
(Hawu nje, njengob' ung'shiya)
Ngath' angak'bopha amaphoyisa
(Hawu ngath' anga, ngath' angak'bopha)
Wena la endlin' ung'shiya ngedwa
(Hawu endlini, wen' uyangishiya)
Ngath' angak'bopha amaphoyisa
(Hawu ngath' anga, ngath' angak'bopha)
Written by: Sinenhlanhla Mthembu, Zakhele Madida, Zwakale Mdletshe
instagramSharePathic_arrow_out