Featured In
Top Songs By Zakes Bantwini
Credits
PERFORMING ARTISTS
Zakes Bantwini
Programming
Nomkhosi
Vocals
Olefied Khetha
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Bonga Ntozini
Songwriter
Zakhele Madida
Songwriter
Nomkhosi Mazibuko
Songwriter
Khethukuthula Tonny Yalo
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Zakes Bantwini
Producer
Nicholas Mboweni
Engineer
Lyrics
Kuzalw' abafana
Kuzalw' abafana
Imvul' iyana, ung'busisa nangelanga
Sukela k'dala wang'busisa ngiseyihlwili es'swini sika mama
Ng'zizwa ngibusisiwe
Imvula iyana ung'khanyisela ngelanga
Sukela k'dala wang'busisa ngiseyihlwili es'swini sika mama
Es’swini sika mama
Kuzalw' abafana
Kuzalw' amantombazane
Odade nabafowethu, odade nabafowethu
Baphuma nabo es'swini sika mama
Kuzalw' abafana
Kuzalw' amantombazane
Awu yiyo lent' eyenza ukuthi s'khumbule emakhaya
Igazi liyakhuluma, isisu sika mama
Kuzalw' abafana
Kuzalw' amantombazane
Kuzalw' abafana
Kuzalw' amantombazane
Ungipha amandla okumelana nenqinamba
Thixo somandla noma ngihamba endleleni zobumnyama
Hlezi ungibhekile, ungipha amandla okubhekana nezitha zam
Thixo beng'cela amany' amandl' ubusuwaph' umama
Ngoba es’swini sika mama
Kuzalw' abafana
Kuzalw' amantombazane
Odade nabafowethu, odade nabafowethu
Baphuma nabo es'swini sika mama
Kuzalw' abafana
Kuzalw' amantombazane
Awu yiyo lent' eyenza ukuthi s'khumbule emakhaya
Igazi liyakhuluma, isisu sika mama
Kuzalw' abafana
Kuzalw' amantombazane
Uwe-uwe-uwe
Uwe-uwe-uwe
Baba wethu osezulwini
Ung'busisele uma
Kuzalw' abafana
Kuzalw' amantombazane
Uye-uye-yehe
Uye-uye-yehe-yeye
Imamb' emhlophe ezala mina nodadewethu
Kuzalw' abafana
Kuzalw' abafana
Written by: Bonga Ntozini, Khetha, Khethukuthula Tonny Yalo, Mbuso, Nomkhosi Mazibuko, Zakhele Madida