Top Songs By Sjava
Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Jabulani Hadebe
Lead Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Vuyo Manyike
Composer
Jabulani Hadebe
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Vuyo Manyike
Producer
Lyrics
Ngeke nqamb' amanga
Ngikuthand' impela
Kodwa ngeke ngivume
Udlale ngam
Ngeke ngiqamb'amanga
Ngikuthand' impela
Kodwa angekhe ngivume
Udlale ngam
Ukuqala
Ukuqala kokuhlakanipha kwathi angeke mina
Ukwazi ukuthi sthandwa sakho
Siyizibusiso kuwe
Ngeke ngizengiye le nale
Sengikhathele ukuthatha amacala engingakwazi, njalo ntsuku zonke
Makunge lokho yilokh', makunge lokho yilokh'
Ngigcina ngixolisa ngingekho ephutheni
Just to make you happy kodwa wena still nalokh' owuboni
'Cause you busy searching for izinto ezingekho
You need to stop it before kulahleka lokhu okukhona ngalokh' okungekh'
Mina ngithand' wena wedwa why ingak' jabulisi lokho
Why ingak'nelisi lokho
Ngeke ngiqamb' amanga
Ngikuthand' impela
Kodwa ngeke ngivume
Udlala ngam
Ngeke ngiqamb'amanga
Ngikuthand' impela
Kodwa ngeke ngivume
Udlale ngam
Ngathi sekuzofika langikathala khona
Ngathi sengzoyehla lenqola
Sesilwa kakhulu sijabule kancane
Sibanga into engekho, sus'umsindo ngento encane
Ngento engekho sekuyinjwayelo
No, no, no, no
No, no, no
Ngine nqondo zothath' into zam ngigoduke Mazwai
Ngeke ngikumele ngiyabonga this shade I don't need it
Mina ngithand' wena wedwa why kungakh'jabulisi lokho
Why kungangakunelisi lokho
Ngeke ngiqamb'amanga
Ngikuthand' impela
Kodwa ngeke ngivume
Udlala ngam
Ngeke ngiqamb'amanga
Ngikuthand' impela
Kodwa ngeke ngivume
Udlala ngam
Ngeke ngiqamb'amanga
Ngikuthand' impela
Kodwa ngeke ngivume
Udlale ngam
Ngeke ngiqamb'amanga
Ngikuthand' impela
Kodwa ngeke ngivume
Udlale ngam
Ngeke ngiqamb'amanga
Ngikuthand' impela
Kodwa ngeke ngivume
Udlale ngam
Ngeke ngiqamb'amanga
Ngikuthand' impela
Kodwa ngeke ngivume
Udlale ngam
Written by: Jabulani Hadebe