Similar Songs
Credits
PERFORMING ARTISTS
Kabelo
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Kabelo
Composer
Guffy Pilane
Composer
Bez Roberts
Composer
Adam Howard
Composer
Lyrics
Ahhhh
Eh kwasuka lokho
Wangena uBDB, ha Bouga Dilika Bantwana
Gcwala lapho
Zithi eight years kule-game uyang'thola?
Abanye bayaphuma, abanye bayangena
UBouga Luv uzohlalakhona, ngoba istyle sam' naboguluva siyabajova
Ng'lokhu ngithulile ngibhekile, ngoblomile
Ngifuna ukubona bazikhanda kanjani (ha)
Manje sengikhulile ngihambile, ngibonile
Akekho umuntu ophethe uthando lomculo njengami (ha, ha)
Ngoba mina ngiyazithandela
Into yami mina ngiyayifela (ha)
Futhi akekho umuntu ozong'tshela (ha)
Izitha zam' ngiyazithandazela
K'suka k'dala umuntu afisa ukuthi angaphumelela
Ngaphandle kweyidakamizwa, ngaziyeka
UNkulunkulu uyazi ukuthi ngithembe kuyena
Wathi, "Mina mfana thatha nalomhlaba owakho jikelele zonke"
Amateki amasha nabantwana abahle zonke
AmaV8, amadladla ngithi zonke
The good life, the good food, zonke
Ngizifuna zonke, ngizifuna zonke
Amateki amasha nabantwana abahle zonke
AmaV8, amadladla ngithi zonke
The good life, the good food, zonke
Ngizifuna zonke (ha-ha)
Bona Kabza wae ketsetsa
Bona Kabza wa ba makatsa
Bona Kabza wae ketsetsa, wae tsukutsa (wae tsukutsa)
Bheka uBouga uyazenzela (ha-ha)
Bheka uBouga uyaz'dedela (ha-ha)
Bheka uBouga uyazenzela, (ha-ha) uyazithintitha
Ngithi ngiyazifuna lezinto, ngiyaz'funa
Ngyak'tshela ukuthi mina ngizoz'thola (ha-ha)
Ngoba angithi sengiyabona
Ukuthi ubungani abukho, umazibona (ha-ha)
Ye, usajola?
Ngisayophanda, ngizoku'bona (ha-ha)
Izinto zami zing'mele
Zifuna amandla wami aphelele (ha-ha)
Ngoba mina ngizimisele
Ukujaivisa abantu ngik'jwayele (ha-ha)
Mangikhuluma kuyalalelwa
Istyle-a ulahlo, ngiyas'dedela
K'suka k'dala umuntu efisa ukuthi angaphumelela
Ngaphandle kweyidakamizwa, ngaziyeka
UNkulunkulu uyazi ukuthi ngithembe kuyena
Wathi, "Mina mfana thatha nalomhlaba owakho jikelele zonke"
Amateki amasha nabantwana abahle zonke
AmaV8, amadladla ngithi zonke
The good life, the good food, zonke
Ngizifuna zonke, ngizifuna zonke
Amateki amasha nabantwana abahle zonke
AmaV8, amadladla ngithi zonke
The good life, the good food, zonke
Ngizifuna zonke (ha-ha)
Bona Kabza wae ketsetsa
Bona Kabza wa ba makatsa
Bona Kabza wae ketsetsa, wae tsukutsa (wae tsukutsa)
Bheka uBouga uyazenzela (ha-ha)
Bheka uBouga uyazidedela (ha-ha)
Bheka uBouga uyazenzela, uyazithintitha
Zonke
Ngoba mina ngiyazithandela (ha)
Into yami mina ngiyayifela (ha)
Futhi akekho umuntu ozong'tshela
Izitha zami ngiyzithandazela (ha-ha)
Ngoba mina ngiz'misele
Ukujaivisa abantu ngik'jwayele (ha-ha)
Mangikhuluma kuyalalelwa
Istyle-a ulahlo, ngiyas'dedela
Bouga Luv is gonna do it one time (one time)
His style shines like the sun shine (sun shine)
Success is gonna be mine, it's time for the big time
For the nickel and diamonds
K'suka k'dala umuntu efisa ukuthi angaphumelela
Ngaphandle kweyidakamizwa, ngaziyeka
UNkulunkulu uyazi ukuthi ngithembe kuyena
Wathi, "Mina mfana thatha nalomhlaba owakho jikelele zonke"
Amateki amasha nabantwana abahle zonke
AmaV8, amadladla ngithi zonke
The good life, the good food, zonke
Ngizifuna zonke, ngizifuna zonke
Amateki amasha nabantwana abahle zonke
AmaV8, amadladla ngithi zonke
The good life, the good food, zonke
Ngizifuna zonke (ha-ha)
Bona Kabza wae ketsetsa
Bona Kabza wa ba makatsa
Bona Kabza wae ketsetsa, wae tsukutsa (wae tsukutsa)
Bheka uBouga uyazenzela (ha-ha)
Bheka uBouga uyazidedela (ha-ha)
Bheka uBouga uyazenzela, uyazithintitha
I'd like to say, "Thank you Lord very much"
"For giving us such a nice track"
Yes, yes y'all
Ah-ha
Writer(s): Bruce Sebitlo, Mandla Mofokeng, Tokollo Tshabalala, Kabelo Mabalane, Xoli
Lyrics powered by www.musixmatch.com